18 thoughts on “Amaphupho ngomfowenu noma udadewenu”

  1. Ngiphuphe ngo bhuti wam ongasekho engaty usemsebenzini ewunogada e sangweni u gqoke umfaniswano wama sosha ngilume naye ngize ngimxhawule sindlule nomngan wam

    Reply
  2. Ngicela kubuza uma umfowenu ethi ukuphuphelele ulele phansi wmbethe itshali uthi ucela a ok unukelela kushembe awukho ryt

    Reply
  3. Ngiphuphe ngihleli nabafowethu asebashona phambi komnyango kwendlu ye Rondaveli engathi khona odlulayo ofuna kuthenga u beer bhuti wam oyedwa akhulume naye amtshele nge price ka Beer bese ngithi mina yabona kmele siliqale leli bhizinisi lokuthengisa Utshwala ngoba mama fridge angcwele lay khaya engathi impela besijabule kuth sesizothengisa nontshwala engathi ngiya hamba yotshela mah kuth sesizoba ne mali sesizodayi ngo beer laykhaya

    Reply
  4. Ngiphuphe ngisejele ngiboshwe ngexa yabangan kuthe kusenjalo ngathola umyalezo othi ngizophuma ejele ngazisa umfowethu osejele omdala ukuthi ngizophuma bese ethi ngingasho kumuntu ukuthi ngizophuma ngoba ngizoba nokufa iziboshwa zizongibulala, kuthe kusejalo ngazi bona ngikhala into engapheli lapho ngivuka khona uqamelo umanzi izinyembezi. Kanti leli phupho liqale sengathi nginekinga yokuphefumula kwakhona othi engine asma ngidinga isifutho engingasazi noma ngigcine ngisisebenzisile yin. ?

    Reply
  5. Ngiphupha ubhuti wam elele phantsi endlini yam nengane encane mangibuka kusindiwe apa pantsi ngobulongwe benkomo indawo encinci mangimbuza ukuthi ubani osuse ifuniture nalo osinde la athi uyena nomngane wakhe

    Reply

Leave a Reply