Uma uphupha ukuthi uboshiwe kusho ukuthi izikweletu zakho zizokufaka ezinkingeni khona maduzane. Uma uphupha uphunyuka ejele kusho ukuthi unesibindi futhi usebenza kanzima – uzonqoba izinkinga empilweni yakho uphumelele.
Futhi uma uphupha ukuthi uboshiwe kusho ukuthi ngelinye ilanga uzoba nodumo noma uphumelele emsebenzini.
Kusho ukuthini ukuphupha uboshwa ufakwa ozankosi ngamaphoyisa
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu ekubophe izinyawo
Cela Ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu ekubopha ngentambo kodwa uphunyuke
Sawubona.. kuchazana ukuphupha abantu Abazama ukubophisa kodwa uvele ubophise bone
Ubusubhekile elethu ikhasi, ngeshwa ilona esinalo kwelokuboshwa
Kusho ukuthini ukuphupha amaphoyisa edutshulwa phambi kwakho kodwa wena usinde?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamaphoyisa
Sanbona kusho ukuthini ukuphupha umkhulu ongasekho emhlabeni ekunika isihlahla esigawuliwe sinamapentshisi avuthwe kamnandi athi ngyosnika abakamakhelwane
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezithelo
Ukuphupha InDoda yakho iboshiwe Izandla nezinyawo Kodwa yon ayigangi iyumculi
Kusho ukthini ukuphupha uboshwa
Ukuphupha uboshwa fakwa ozankosi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngozankosi
Sanbonani ngiphuphe ubaba wengane yam eboshiwe bengafuni nokungnika ithuba lokukhuluma naye
Hi ngiphuphe ngidubule umuntu ngaboshwa bese lama pholisa ngawathembisa imali angikhulula singaka fiki nejele…ingabe lisho ukuthin lephupho?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngomthetho, icala nesijeziso
Amaphupho ngamaphoyisa
Umuntu wami uboshiwe omunye umuntu ufika kimi uthi umphupha bemile bekhuluma ethi amaCala aphelile usededeliwe asho kunento amunika yona kusho ukthini lokhu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomthetho, icala nesijeziso
Ngiphuphe sihujwa amaphoyisa mina nomuntu wami kodwa sibakekile sayocasha angasithola. Ngabe lichaza ukuthini leli phupho?
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngamaphoyisa
Kusho ukuthini umah muntu ekuphupha ugula unebhobo ezombi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokugula
Ngiphuphe ngigqoke izingubo zasejele kusho ukthini
Ngiphuphe I x yami iboshiwe ngathi kuyona kululeka ngizoku khipha la ngaya emaphoyiseni ngathi wonke amacala naloku akuboshelwe akenzanga lutho kodwa konke kwenziwe imina ngaphaphama
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngejele/
Ukuphupha muntu ongasekho eboshiwe kodwa uty uyabuza uboshelweni ungayitholi impendulo kodwa nixoxe. Naye kahle
Ukuphupha ngokuboshwa kusho ukuthi izikweletu zakho zizokufaka ezinkingeni khona maduzane.Nalu olunye ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu ongasekho eboshiwe enikezwa nesikhwama esinesibhamu nsmacopoer kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngesibhamu/
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Ukuphupha amaphela amaningi endlini kuchazani?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngephephandaba/