Asho ukuthini amaphupho ngezithelo? Lokhu kuhlanganisa ama-aphula, amabhilikosi, obhanana, amagrebhisi, amaworintshi, amapentshisi, ophayinaphu, amaplamu, ukwipili, amastrobheri namakhabe.
Amaphupho ngama-aphula
Uma uphupha ukuthi udla ama-aphula kusho ukuthi kunezinto ezinhle ezizayo…
Amaphupho ngamagrebhisi
Uma uphupha ukuthi udla amagrebhisi kusho ukuthi umuntu ozoshada naye…
Amaphupho ngamaplamu
Uma uphupha ukuthi udla amaplamu incazelo iya ngokuthi anoshukela noma…
Amaphupho ngamastrobheri
Uma uphupha ukuthi udla amastrobheri kusho ukuthi uzophumelela emsebenzini nasebudlelwaneni…
Amaphupho ngamaworintshi
Uma uphupha ukuthi udla amaworintshi uzobhekana nokulahlekelwa maduzane – emsebenzini…
Amaphupho ngebhilikosi
Uma uphupha ukuthi udla amabhilikosi kusho ukuthi uzothola imali ube…
Amaphupho ngekhabe
Uma uphupha udla ikhabe kusho ukuthi noma ikuphi ukugula okukuphethe…
Amaphupho ngepentshisi
Uma uphupha ukuthi udla amapentshisi kusho ukuthi uzoba nenjabulo empilweni…
Amaphupho ngobhanana
Uma uphupha ukuthi udla obhanana kusho ukuthi uzoba nenjabulo ekusaseni…
Amaphupho ngokwipili
Uma uphupha ukuthi udla okwipili kusho ukuthi ibhadi obunalo luzoshintsha…
Amaphupho ngolamula
Uma uphupha ukuthi udla olamula kuwuphawu lokungajabuli uma ushadile kodwa…
Amaphupho ngophayinaphu
Uma uphupha ukuthi udla ophayinaphu kusho ukuthi uzoba isimenywa esibalulekile…
Ukuphupha izithelo ezibolile
Leli iphupho elingelihle neze, libika ukuba neshwa lokungabatholi abantwana nama…
Kutshoni Ukuphupha amaMango aluhlaza emaningi esihlahleni
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngesihlahla/
Celu buza kutshoni kuphupha utshontsha mawolinji lapho bekule electric wire but ngafaka isandla ngakha 2 bewu3 eshlahleni ngakha2 elami lomnawami mesphuma wakhohlwa izcathulo phakathi mesephindela ezithatha kwakhala arlam kweza omunye umama ngalahla elami orintshi ngasala le1 ngapha umnawami sahamba ngithi ngizojoka ngizolanda elami but angisajikanga
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngokuntshontsha/
https://iafrika.org/amaphupho-ngezicathulo/
Ukuphupha udla amatulwa
Ngicela ukubuza kuchaza ukuthin ukuphupha udla u mango?
Okwesibili nginaleli phupho
Ukuphupha ukhwazwa ukuba uzokha iveg
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezitshalo
Uma uphupha izithelo eziningi zodekiwe but ungazidli kusho ukuthini ?
Kusho ukuthini ukuphupha ucc wakho ekha utamatisi omkhulu ofresh esihlahleni
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezitshalo
Uphuphe umuntu ekupha bhanana
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngobhanana
Kuchazani ukuphupha udla amajingijolo
Ngyabingelele
Kuchaza ukuthini ukuphupha umama wami ephethe ibutternut
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokubukeka kwezwe, izitshalo nezihlahla
Ukuphupha aphula elibolile ngaphansi kombhede
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha izithelo ezibolile
Uma uphupha ama fruit namavegi emahle ewakha kusho ukuthini?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezitshalo
Ngiyabingelela
Amginelisekile ngempendulo engiyitholile. Ngabuza ngokuphupha ngibuka upawpaw okuhle ovuthiwe