Ukuphuha isihlahla noma izihhlahla (ihlathi) kungasho izinto eziningi.
Uma isihlahla sisikhulu namagatsha amaningi- kusho ukuthi uyoba nempilo enokujabula nekhaya elikhulu.
Uma isihlahla siluhlaza noma ubona izihlahla eziningi- kusho ukuthi uyojabula futhi ubenenhlanhla.
Uma ugibela isihlahla- kusho ukuthi uyothola umsebenzi omusha futhi ongcono.
Uma uwa esihlahleni-kodwa uzobhekana nenkinga emsebenzini.
Uma isihlahla sigawuliwe- uzobhekana nokulahlekelwa okukhulu maduze.
Uma uphupha uhamba unqamula ihlathi- kusho ukuthi kuzoba noguquko empilweni yakho futhi uzoshintsha ikhaya noma umsebenzi kungekudala.
Ngicela ukubuza kuchaza ukuthin ukuphuph ugawula isihlahla
Lokhu kusho ukuthi uzobhekana nokulahlekelwa okukhulu maduze.
Sanibona . Ngiphupha isihlala simila endlini … Noma ngiphupha ngingaphantsi kwamanzi… Khuchaza ukthini
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/
Ukuphupha isihlahla soMdloti siwa
Ngicela ukubuza bowuphupha amasimba wena usinakalisele
Nalu esinalo ngalokho: https://iafrika.org/ukuphupha-indle-noma-indlu-yangasese/
Ukuphupha ukha lamula esihlahlen umningi ithelile umuhle uvuthiwe
Nansi incazelo lapho uphupha ulamula: https://iafrika.org/amaphupho-ngolamula/
Ndicela ukubuza kuthetha ukuthini ukuphupha izityalo eziluhlaza, nezihlahla eziluhlaza ezitrimiweyo kakuhle futhi ezikhula ngokushesha?
Kwakhona kuthetha ukuthini ukuphupha impompo evuliwe ephuma amanzi uwakhe ugeze ngawo?
Futhi kuthetha ukuthini ukuphupha umntana wakho etshona emanzini ahlanzekile ashone kodwa umvuse avuke?
Futhi kuthetha ukuthini ukuphupha umntu owashona ephile kodwa ingumngcwabo wakhe?
Kuthetha ukuthini ukuphupha umntu ohlekisana naye esekhaya kini ethi a ihambe niye emshadweni?
Kuthetha ukuthini ukuphupha ohlekisana naye ekhwele emotweni nawe nomama wakho?
Kuthetha ukuthini ukuphupha umntu ohlekisana naye ekuthengele iziqhamo?
Ubuze ngamaphupho amaningi, ngikunikeza izigaba ongazifunda zikusize ucaciseleke ngamaphupho akho. Funda lapha ngokuphupha ngamanzi: https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/ Bheka lapha incazelo lapho uphupha ngezitshalo: https://iafrika.org/amaphupho-ngezitshalo/ Imingcwabo ihambisana nokufa, ake ubheke lapha futhi: https://iafrika.org/amaphupho-okufa/ Mayelana nezokugibela imoto nalu ulwazi esinalo: https://iafrika.org/amaphupho-ngokugibela/ Nalolu: https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/
Ngibingelele, ngicela ukucaciselwa lana: ngiphupha ngibibela isihlahla esikhulu ngikhe inomfi lena ikucushwa ngayo izinyoni ayi inhlaka. Sekukathathu nginaleliphupho.
Sanibonani mina nginale phupho lesihlahla samapentshisi ngiphuphe size singivalela ngaphakathi kwaso
Nalu ulwazi esinalo ngamaphupho athintene namampentshisi: https://iafrika.org/amaphupho-ngepentshisi/
Sawubona nginenkinga yephupho ngihlezi ngiziphupha nginqunu ngingagqokile, ngiphinde ngiphuphe Ngibona isiziba sicwebile kodwa kube kunento ehamba ngaphantsi kwamanzi ngigcine ngingayibonanga
Sawubona, kunephupho elingihluphayo njalo ngiphupha ngilahlekelwe yizimpahla zokuqoka sengathi ngiyazifuna kuwadrop angizitholi noma zishwabene noma ngicabange ukuthi zikubhaskiti wezingcolile okunye sube kushesha ephutsheni