Ncela ukubuza ku chaza ukuthini mawu phupha ama R200 nama R100 ebsuku kumnyama? Ngiphuphe ngi hamba ngase ngi bona iATM ebomwile nga nikwa isikhwama esimnyama esi nama R100 nama R200 ku phela
Kuchaza ukuthini ukuphupha uthola imali bese uyahamba ufike uthenge umshini wokugaya imalI ,lomshini ukwazi ukukwenzela u 300 in 5 min, but xa iphuma lemali suyakhile iphuma ixubile kukhona nesilva, no 10 cents and few y email Emdaka
Kuchazan ukuphupha ucosha imali eningi engamaphepha
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha ngemali kusho ukuthini ngempilo yakho
Nami ngfuna ukwazi
Sanibonani, ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha uBhuti wami omncane engipha imali, bekuwoR100 abaningi. Ephuphweni uhlangane nami, edolobheni wahamba wayothenga iNandos wangiphelezela saya la engihlala khona. Wathi inyama ngiyinike abantu engihlala nabo. Wase enginika imali, enye wafuna ukuyiTransfer. Ubedakiwe sonke lesikhathi wamane wafuna ukubuyisa. Wagijima, lapho usegijima nje unqunu ufuna ukuthola indawo angabuyisela kuyona.
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha ngemali kusho ukuthini ngempilo yakho
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu othandana naye ekupha u 10 rand
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngothando nomshado
Sawubona,
kusho ukuthini ukuphupha udadewethu omcane engipha imali eningi. Engat ungipha yona sakuTraida (Bitcoin) ephonini.
Ngelinye ilanga ngimphuphe engipha imali eningi efuna nokuyoTransferra ephonini. Engiphoqa.
Ngiyabonga.
Ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphapha inikwa imali umamkhulu wakho eningi(usaphila) uyithathe uyifihle leyomali maqede kubengathi ubhaka amakhekhe ngathu kuzoba nomsebenzi
Ukuphupha umuntu wakini ongasekho ekubuza komunye umuntu ethi ukuphi?
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Sanibona…
Ngicela ukubuza la, Kusho ukuthin ukuphupha ucosha imali, engathi ingula layini endleleni, imali ekho R20 no R10….
Khakhona ubaba ongithethisayo, ngabaleka ngaya ehlathin, wase eyamemeza wathi angimhambisel iynkomo zakhe kwakhe, ngawela umfula onamanzi agelezayo ecelen khona emfulen ngibone imbongolo ezele, ilele no ntwana wayo…. Makudana nayo omunye umntwana kodwa loyo usefile.
Elite iphupho….
Ukuphupha ujahwa amabhubesi angaboni emehlweni, ugibele esihlahle elibeli ela uze usuke ubaleke engakutholanga….
Elinye iphupho
Ngivamise ukuphupha Kukhona la engiyakhona kodwa kube khona izinkinga endleleni ngigcine ngingasafikanga, kodwa ekugcineni kwam ngalama phupho, ngaziphusha ngaze ngagcina ngifikile emva kobunzima obude…
Sanibona…
Ngicela ukubuza la, Kusho ukuthin ukuphupha ucosha imali, engathi ingula layini endleleni, imali ekho R20 no R10….
Khakhona ubaba ongithethisayo, ngabaleka ngaya ehlathin, wase eyamemeza wathi angimhambisel iynkomo zakhe kwakhe, ngawela umfula onamanzi agelezayo ecelen khona emfulen ngibone imbongolo ezele, ilele no ntwana wayo…. Makudana nayo omunye umntwana kodwa loyo usefile.
Elite iphupho….
Ukuphupha ujahwa amabhubesi angaboni emehlweni, ugibele esihlahle elibeli ela uze usuke ubaleke engakutholanga….
Elinye iphupho
Ngivamise ukuphupha Kukhona la engiyakhona kodwa kube khona izinkinga endleleni ngigcine ngingasafikanga, kodwa ekugcineni kwam ngalama phupho, ngaziphusha ngaze ngagcina ngifikile emva kobunzima obude…
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha ngemali kusho ukuthini ngempilo yakho
Amaphupho ngamabhubesi
Amaphupho ngokuhamba
Ukuphupha ushela intombi bese ikupha imali ewu R100 uthi uyabuza uthi thatha than uyifake phaketheni kuchazani
Cofa lapha ukuthola ulwazi Ukuphupha ngemali kusho ukuthini ngempilo yakho
Ngiphuphe indoda engisebenzisana nayo ingifakela I R1500 ebange
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha ngemali kusho ukuthini ngempilo yakho
Ukuphupha usika inyama iyningi kodw ungayidli
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyama
Ukuphupha ucela imali bathi bayakuboleka bakunike eningi uyijikise uthathe u R100 kumuntu ongamazi kodwa okungathi uyisangoma.
Cofa lapha ukuthola incazelo Ukuphupha ngemali kusho ukuthini ngempilo yakho
Kuchaza UKuthini ukucela imali unikwe eningi bathi bayakuboleka uyijikise ugcine uthathe encane u R100
Kusho ukuthi enpilwei yakho kukhona okuhle okuzayo kungenzeka kufike abakhongi Noma yikuphi okuzamayo kuzopha impumelelo
Sawbona, ngcela ukubuza kusho ukuthini uphupha unika umuntu wasekhaya osewashona imali eyamaphepha. Bekungathi umemulo wami, ngamnika imali wase wahamba nayo
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha ngemali kusho ukuthini ngempilo yakho
Ngiphuphe nginikwa umuntu engingamazi imali ngayithatha ngayifihla eningi eyamaphepha kusenjalo kwaqhamuka umuntu ozongivula umlomo ecela imali ethi ulambile kwaphuma emlonyeni ushuni nothubhobho kodwa ayangaphuma leba eyamaphepha engiyifihlile. Ngathi ngiyomnika engangabe ngisamthola ngayifaka emmlilweni yena ewumunto ozofika eyithathe lapho.. Ngabe kuchazani
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha ngemali kusho ukuthini ngempilo yakho
hi im bawinile from delmas
ngiphuphe nginemali yamaphepha ngisemcimbini
kusho ukthini loko thanks
Cofa lapha ukuthola incazelo Isho ukuthini imali emaphusheni akho?
Ukuphupha ngemali kusho ukuthini ngempilo yakho
Sanibona
Ngiphuphe ngithola ngemali emhlophe engama-R1 amabili kanye nemali yakudala engu-2 cent omhlaphe endaweni ebihleli abantu kuthe kuse njalo kwaba khona ufuna ukungithupha u 2-cent kodwa wangaphumelele ngabe seya estolo ukyothenga ngalo R2 oy’mashumi amabili kodwa u2-cent ngaw’gcina…ngabe nokho kusho ukthini?
Ngyabonga
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/ukuphupha-ngemali-ewuhlweza-kusho-ukuthini/
Ncela ukubuza ku chaza ukuthini mawu phupha ama R200 nama R100 ebsuku kumnyama? Ngiphuphe ngi hamba ngase ngi bona iATM ebomwile nga nikwa isikhwama esimnyama esi nama R100 nama R200 ku phela
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/isho-ukuthini-imali-emaphusheni-akho/
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha udlala imishini bese uyawina imali eningi bese kuvela ugogo engahleki futhi engathukuthele
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/ukuphupha-ngemali-kusho-ukuthini-ngempilo-yakho/
Uma uphuphe ubaba wami ephethe imali yamaphepha eningi kodwa mina angphe ama10c,Nama 5rand amaningi.
Cofa lapha ukuthola izincazelo ngephupho lakho https://iafrika.org/ukuphupha-ngemali-ewuhlweza-kusho-ukuthini/
https://iafrika.org/ukuphupha-ngemali-kusho-ukuthini-ngempilo-yakho/?highlight=ngemali
Ngicela kubuza sekusuku lwesthathu ngiphupha ngise toilet kokuqala beli gcolile, okwesibile beliclean ngabona igazi, okwesithathu ngifike u cc wami ephakathi kubonaka phansi kugcwele imali eyamaphepha ngathi akayicoshe sizoyigeza kuthe kusenjalo kwaqhamuka isesheli sami safike sakaka nami ngokujalo sibukana.
Nansi incazelo esinayo yokuphupha ngemali emaphusheni akho: https://iafrika.org/isho-ukuthini-imali-emaphusheni-akho/
Ukuphupha uthola imali engamaphepha R200 bodwa abaningi ngith ngisayicosha omunye afike acoshe naye kusho ukuthini na ?
Uphupha ngemali yamaphepha? Nansi incazelo esinayo: https://iafrika.org/isho-ukuthini-imali-emaphusheni-akho/
Ukuphupha untshontsha imali eningi engamaphepha eskhwamen sebhizinisi lomzali wakho kusho ukuthin khona
Cofa lapha ukuthola impendulo ngephupho lemali empilweni yakho https://iafrika.org/ukuphupha-ngemali-kusho-ukuthini-ngempilo-yakho/
Celukubuza kucazani kuphupha imali emhlophe
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha imali emhlophe: https://iafrika.org/kusho-ukuthini-ukuphupha-ngesiliva/
Kusho ukuthin ukuphupha umba umgodi ,bese uphakath nendwo ubone imali eningi engamapheph
Nalu olunye ulwazi esinalo ngamaphupho emali: https://iafrika.org/isho-ukuthini-imali-emaphusheni-akho/
Yin engath asiphendulwa kulelipage?
Kusho ukuthin ukuphapha usesixukini nithamele inkulumo ubone kuleso Sisulu owayenguthisha wakho ngokwazi lwesintu okanye ngomuntu umubona empunga ekhanda bese eyakujabulela ekwange (hug)
Nalu ulwazi esinalo lapho uphupha usesixukwini: https://iafrika.org/amaphupho-ngezixuku/ Ukubona izincazelo zamanye amaphupho aphathelene nesikole, ake ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngesikole/ nalapha futhi: https://iafrika.org/amaphupho-ngemfundo/
Kusho ukuthini ukuphupha umzali ongasekho ethi ufuna ukuhola Malin emsebenzini ngenyanga bese ethi R200 000
imali
Ukuphupha uthola imali engamaphepha R200 bodwa kushukuthini na ?
Ngicela ukubuza ngiphuphe ngitola imali emnyama kukhona nengama phepha BT ngathatha engamaphepha ngayifaka emabeleni Ami ngaphaphama
ngifuna ukudlala iPowerball, ngiphuphe isibhamu, amapholisa, lesigebengu, lemoto?
Ukuphupha imali eluhlweza yakudala, kuchazani?
Ukuphupha omunye umuntu a win imali kucazani
Kusho ukuthini ukuphupha udubula izigebengu ebezizama ukubamba imoto yemaili zonke kodwa amaphoyisa angakulekeleli ukudubula.
I had a similar dream but amaphoyisa came through and handled it ngabaleka
Ngicelukubuza ukuty uma uphupha imfene enkulu kodwa ifile isiqala ukuba nezimpukane kusho ukutyini?
Hi ngcelukubuzaa ukuthi kushukuthini ukuphupha umnakwenu ekushalazela bese umamezala a fune kukuchithela amanzi obukade ugeza kuwona uma uthi yamnika indishi iqhumele ezandlen zakho bese eyakuthela amanzi
ngiphuphu udadewethu ongasekho epheka ukudla kwesizulu udadewethu ophilayo esula phansi kwafika inyanga izophalazisa omunye umzala wami mina wanginika umuthi wathi isimonyo sokuthandeka ngicela ukubuza kuchazani lokho ngoba nomakhelwane bafike nezipheko zokudla kwesizulu kodwa bekumnandi kujatshulwe ekhaya ngabe kuchazani lokho
Kuchaza ukuthi ukuphupha uhlel nomuntu odumile
Ngiphuphe ngivundulula inqwaba yommese phansi komhlabath, kwase kuba khona okungathi bekfanele ukuba ngibanike yena obebalindele. Lowo umuntu engimaziyo.
Ndiphuphe ndichola i R100 zininzi zisemgqubeli ngathi nakulendawondicholela kuyo lemali kunedonga nje elungrlidanga enye yalemali ilapha eludongeni. ngaba imali oyichola semgqubeni ithetha ntoni
Ngiphuphe imali eningi eyamaphepha mese umngan wami engicaphunele encane angiphe yona
ngicela ukubuza uma uphupha umama wakho ongasekho uhamba naye edolobheni nidle naye bese athi hambini niye esitolo nje esimunyama kungathi sihambelwe ugesi kodwa wena wenqabe ukungena kuleso sitolo ume emyanga .kdw yena angane angaphumi phakathi uze uhambe wena bese uyaphaphama.
Ngcel kbuza ngphupha kungathi ngenza imali eyamaphepha isining,kqhamuke umzala wam afun ukuphuca ubhuti wam kodw lemali eyam ibalwa ubhuti wam kodw agcin eyekil,kwangath yon lemali sengothenga ngay leyonto engenza ngay imali,mangfika emfulen maning amanzi acwebile futh uma ngfika khon kukhona nobhuti wam omncan laph yen uphethe isbhamu ngbon kuth ngzobulawa ngbalek ngigen klamanzi adubule bhuti wam ngdubulek kodw ngangafa ngakwazi ukphum ngabalek ngaya ekhay,ngcel kbuza lichazan
Ngijwayele ukuphupha ngicosha imali engamaphepha nemhlophe n besengiphupha nGilda amagwava besengiba semanzini amaningi angahambi angancolile angadungekile besengibona omunye usisi etetile enengane encane engaqhokile engane ayilalisengesisu emathangeni n gabe achazani lamaphupho
Ngicela ukbuza ngiphupha ngizolotsholwa ngumuntu Engamazi ngisho oku wes nemali yakhona bathi uze no 25000
Ngiphuphe ngithenga kodwa ngingen Mali ngath kodwa sengihamba nga thola ngo5
Ngiphuph okuny ubhuti efun okwenz ucans nomunt ahlekisan naye kugcwel abant kulowomz kushoniwe ongumakhelwane
bengicela ukwazi uma umuntu ephuphe elala nomuntu kodwa umama elele naye bese ethi lomuntu ngoba ngiyahluleka uwena ngizokubulala bese eyakugwaza uma esekugwazile bese uthi akulethele amanzi anosawonti
Uma uphupha ithola imali eningi engamaR100 wodwa kushoni
Sacel ukubuza kuchazani ukuphupha unikela esontwen ngo 500
Kuchaza ukuthini ukuphupha uthola imali bese uyahamba ufike uthenge umshini wokugaya imalI ,lomshini ukwazi ukukwenzela u 300 in 5 min, but xa iphuma lemali suyakhile iphuma ixubile kukhona nesilva, no 10 cents and few y email Emdaka
https://iafrika.org/imali-nobugwili/
Ukuphupha ucosha imali engamaphepha efanayo ize ibeningi uhamba uyicosha kuchazani
Bengicabanga ukuthi ukuphupha imali yinhlanla
Uma uphuma Mali eningi eyamaphepha igcwele isikhwama kungathi eyasekhaya kudwa uyiphethe
Imali ewuhlweza (silver) isho ukuthi uzoba nemali emalangeni enkulu,engamaphepha uzoba nemali emalangeni bt izobe inganinganga ngaleyondlela
Ukuphupha ubaba wakho ongasekho ekupha imali
Ngicela ubuza ngiphuphe nginosisi wami angathi siyabotshwa amaphoyisa akwazeki or asibophela izinkomo or imali
Iphupho kubulawa ibhubedi
Cela kubuza kuthi mawupha umuntu ohluphekile imali emhlophe?
Ukuphupha uphiwa imali
Uma ngiphupha ngikwindawo ebengihlala kuyona kudala, ngiphalaza kwaphuma imali engozuka ebansundu ene(4) kuchazani likho?
lokho akukho ryt abantu bayaloywa baboshelwe izinto zabo ngokusebenzida imali emnyama.ake uye kwababonayo noma esontweni lika moya.isonto likamoya sozivelela isimo ukuthi sithini Revelation church of god ungasizakala.ligooglishe your nearest branch.
ungasizakala lapho
nakhu ngiphupha ngicosha imali la ngithanda khona ngiqale ngacosha uR2 imhlophe kanye nesihlanu R250 emvakwalokho bese ngicosha osheleni bebaniningi begcwel isandla ngingajabul kuthil ncazeli makhosi
https://iafrika.org/ukuphupha-ngemali-kusho-ukuthini-ngempilo-yakho/
Ukuphupha imali eyamaphepha kuchazani?
Ngiphuphe nginikwa umngani wami inqwaba yemali eyamaphepha
uma uphupha imali emhlophe nako kuwuphawu olubi??
Yi nhlahla layo bafo
Ayi bandla niyishaya esikhonkosini ngiyabonga mina