Uma uphupha ubona ibhubesi kusho ukuthi kunengozi eza kuwe. Uma ulehlula ibhubesi ephusheni lakho kusho ukuthi uyovuzwa ngokuzikhandla kwakho okungaba ngodumo noma impumelelo emsebenzini. Uma ucabanga umshado kusho ukuthi umlingani wakho uyoba nomusa nobuhle.
Mina ngazi ibhubesi nesilo kuyidlozi lasekhaua futhi njalo Mina Uma ngiwaphupha awwkaze angenze lutho futhi kusuke kungawesifazane ngisho nesilo eyobungozi ngiyayeshwama!
Khona umuntu othi ungiphuphe ngihamba namabhubesi
Molweni ekhaya, ngphuphe nglunywa ibhubesi emhlane ngabe kuchazani??
Uma uphupha ubona ibhubesi kusho ukuthi kunengozi eza kuwe.
Ngicela inchazelo, ngiphuphe kunelibhubesi ekhaya lapho ngalibona kucala langiyeka langasenti lutfo mine Newtownards lobekhona lapho ekhaya la attacker abantfu lapho ekhaya.
Uma uphupha ubona ibhubesi kusho ukuthi kunengozi eza kuwe.
Ngiphupha ngesendlini yami, ungivula umyango ngabona ibhubesi lesilisa lingena endlini
, lafike lahlaphansi. Kuchaza ukuthini Lokhu?
Lokhu kusho ingozi ezokwenzeka kuwe.
Ngiphuphe ngikhothwa ibhubesi lingidlalisa ngabe loko kusho ukuthini
Lokhu kusho ingozi ezokwenzeka, nalu olunye ulwazi esibalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngengozi-nokulimala/
Ngiphuphe ngibona ibhubesi elilodwa Mina ngibonisa abangekhaya ngithi nantiya ibhubesi
Ngiphuphe ngihamba ne bhubesi eceleni kwami lihambela ekuseni nje kingibona libheke phansi
Ngiphuphe ngivulela ibhubesi ebelivalelekile kanye nezinye izilwane kodwa Lona lithe angililandele nangempela ngalilandela angaz kupheleleph
Sawubona ukuphupha ibhubesi elifile bese bengibona amathambo wayo enhlabathini sengath ngisendaweni esehlathini
Ungafunda le ngosi emayelana namaphupho amathambo: https://iafrika.org/tag/amathambo/, nalena exoxa nokuphupha ngehlathi: https://iafrika.org/tag/amahlathi/
ngiphuphe ngidlala namabhubesi amabili
Ulwazi esinalo ngamabhubesi yilolu osulufundile. Ulwazi esinalo ngokuphupha ngezinye izilwane zasendle njengezimpisi nezimpungushe, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngezimpisi/ Ubuwazi nje ukuthi kulenkundla sinawo umlando wakini kwaCele? Bheka lapha: https://iafrika.org/umlando-wokuhlukana-kwesizwe-sakwacele/