Uma uphupha ukuthi umuntu unesibhamu ngemvamisa kusho ukuthi kunenkathazo ezayo. Uma usizwa sidubula kusho ukuthi kuzoba nokulwa empilweni yakho maduzane. Uma kunguwena odubulayo ngesibhamu kubi kakhulu.
Uma uphupha ukuthi umuntu unesibhamu ngemvamisa kusho ukuthi kunenkathazo ezayo. Uma usizwa sidubula kusho ukuthi kuzoba nokulwa empilweni yakho maduzane. Uma kunguwena odubulayo ngesibhamu kubi kakhulu.
Sacela ukubuza ma uphupha I mah wakho ethwele umendlalo(sponge, ingubo/duvet, nemiqamelo) ogoqiwe kusho ukuthi I bese emva kwalokho kuqhamuke umuntu afune ukukuphuca imoto ephethe isibhamu but a gcine engaphumelelanga ephupheni njalo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomama
Sanibona
Sacela ubuza Uma uphupha usemsebenzin ukhuluma nefown vele uzwe phandle abantu bekhwaza ngokoyika Uma ubheka ufike kunomuntu okhombe iteenager ngesibhamu then amdubule ahambe amshiye eFile oyintombazane??
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomsebenzi
Andikayifumani Impendulo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenhlamvu
Cela ukubuza uma uphupha umuntu wakho ephethe isibhamu
Sacela ukubuza kushukuthini ukuphupha uphethe isbhamu usifihla
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngenhlamvu
Sacela kubuza
Uma uphupha uzihambela nje uhlangana nabantu uzwe kuqhuma isbhamu ubaleke uthol indlu or umkhukhu ungen phakath kuth nalon abadubulayo abaleke akulandel angen laph ngingen khon kuth lon opheth isbhamu naye afike kodw ahlulek okokuqal simvalele
Uma uth uyaphum kanti usamil angen athi uyadubula ashaye yen lon akamfunayo min ngizame kumphuca isibham siwel kulon omunye naye asithathe adubule ngaso
Then ekugcinen balal bobabil phansi ngithathe isbhamu ngiyosilahla
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenhlamvu
Ngicela ukubuza kusho ukuthini uphuphe ukhonjwa ngesibhamu ekhanda?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesibhamu
Ngiphuphe bengdubula kodwa angangafa ngabuyisela ngabadubula bonke ,ebese kwabakhona ongvimbile engafuni ngiye esbhedlela kodwa futhi angiqedeleli beku owesimame kanti nenhlamvu bengizizwa eswini
Kush ukthini ukphupha beqhumisa isbhamu phezulu but bengbaleka inhlamvu zaso bezing geja
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenhlamvu
Kusho ukuthini ukuphupha ama explosions elahlelwa siwabalekela
Nokuthi kufike endlini abantu basaku gangster bedula omakhelwane bami nathi ekhaya kodwa ngakhona ukubaleka ngozifihla nengane yami nothumbu was ekhaya
Ngiyabonga
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezingane ezincane
Cela ukubuza Uma uphupha ulwa nabantu onaziyo impi yezibhamu kusho ukuthini ngibe ngingashayeki kodwa nami ngize ngisale ngedwa bebaleke Laba enginabo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokulwa
Ukuphupha udutyulwa
Kusho ukuthini ukuphupha ujahwa abantu
Kusho ukuthini mawuphupha Abantu bakini beshayiswe imoto
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemoto
Ngicela ukubuza ukuth Uma uphupha ujahwa ngo mese kuchazani
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngommese
Mina ngiphuphe umfana engumjwayele bedubula kusho ukuthini lokho
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenhlamvu
Cela ukubuza kuchazani ukuphupha ubona umuntu bemkhombe nge sbhamu
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenhlamvu
NGICELA UKUHLAZIYELWA NALIPHUPHO ELIBE YINDIDA. NGIPHUPHA UMUNTU ENGITHANDANA NAYE NGATHI USE BUYELENE NOYISE WENGANE YAKHE , MINA MANGI QHAMUKA KUNGIPHATHEKABI NGIYISHAYE LENDODA KUCACE UKUTHI UZIMISELE UKUHAMBA NAYO LENDODA. NGIPHINDE FUTHI NGIYISHAYE LENDODA NAYE NGIGCINE SENGIMBEKILE ISANDLA EKUGCINENI NGIBALISE NGEZINTO ESENGIMEZELE ZONA NGIMDUBULE AFE NAMI NGIZIDUBULE KUSALE UMNTWANA NOYISE KUPHELA. NGABE KUSHO UKUTHINI LOKU
Ukuphupha ujahwa ngesibhamu kuchazani
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenhlamvu
Sanibona
Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha amaphoyisa omgwaqo edubulana? Izinhlamvu zidlula naseduze kwami…
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngenhlamvu/
Ukuphupha udutshulwa
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenhlamvu/