Uma uphupha ukuthi ubona inhlamvu yesibhamu kuyibhadi uma uyibona kuphela kodwa yinhlanhla nempumelelo othandweni uma udutshulwa ngayo.
Ukuphupha umuntu ozwana naye egwazwa – lokho kusho ukuthi uzingelwa isitha esisadla amathambo enqondo ukuthi sizokuthola kanjani.
Ngiphuphe kudutshwulwa ingane ka collegue wam ebengcelil kuthi ngimngadele yona kodwa ilimele ayishonanga
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesibhamu
Ngicela incazelo Ukuphupha kungathi ngikhonjwe ngesbhamu ngisemotweni ebese ngifaka imoto ku reverse sakubaleka. Umuntu obengikhombe ngesbhamu a sale kanjalo agcine engadubulanga. Kube ngathi uyangibheka. Ngibaleke ngingene endlini ene Salukwazi ngikhululeke ngizizwe ngiphephile
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesibhamu
Thokoza. Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha kunebhokisi ekamereni lami nabantu abaningi kodwa mangizwa futhi bekushone uBaba wakwamakhelwane,osewashona kudala. Kuthe kusanjalo ngabona sekuthowa usevukile esexoxa. Ngabona amathanga amaningi angohhafu kodwa ebolile ngaphansi, ngahamba ngalahlaelilodwa ngaphandle komuzi. Abantu bejabule kodwa mina ngethukile ukuthi usevukile
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngebhokisi
Kusho ukuthini ukuphupha udutshulwa umunru osondelene kakhulu naye ngisho umngani.
Ukuphupha izinkabi ziboshelwe ziqhamuka zodwa nje ngathi ziyabaleka Kodwa ngezakini kusho ukuthini?
Nantu ulwazi esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngezinkabi/
Ukuphupha udutshulwa ubaba wakho Kodwa ukwazi ukuvika….. Umushaye ngaso isbhamu
Ngiphuphe ngidutshulwa abalisa ababili, beqashelwe ukungibulala. Bekungathi izinkabi eziqashelwe ukubulala abantu vele. Bangidubula ngaba mbobo mbobo kodwa ngasinda. Ngazifihla ukuthi bangaboni ukuthi angifanga. Kuthe uma lo othume izinkabi ezwa ukuthi angifanga wabuya esefuna ukuzongiqedela, ngebhadi wafika sekukhona abantu abaningi abazongibona, wazama ukuqelela umsebenzi awuqalile kodwa wahluleka….
Ngiphuphe kungathi beseithunywe ezitoro siyothenga ukudla nengane ka bhuti encane…sesizofika estoro kuqhamuke abafana ababalelwa ku 6 /7 kanje besibingelele sivume bese bethi sibathengela ugwayi sithi asinamali lo oyedwa akhiphe isibhamu asibhekise Kimi edubule kodwa inhlamvu ingangitholi…ngenkathi edubula ulibele uyakhuluma nami ngiyamuncenga ukth akayeke ukudubula kodwa zange angene nami esitoro athi ngimuphe uR1 lo osesitoro anginike ama R5 wodwa acwebezelayo bese ngithi akangishishele angishitshele ngimunike angidedele ngihambe…. ingane le bengihamba nayo isuku seyithengile impuphu no mthombo omkhulu ngimile ngimlindile eyothenga izishebo kwavela abafana abaningi bangena kulestoro bengiphuma kuso ngathi bese beyomudubula lo mfana ngase ngaphaphama
Sawbona
Ngsacela ukubuza kuchazani ukuohupha udutshulwa emhlAne. Udutshulwa abantu bekubamba inkunzi
Ake ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-okuphonswa/ Kulenkundla sesinengosi entsha sha! Lengosi izeka konke okumayelana nokwelapha ngokwesintu. Siqale ngesonto eledlule sakuthi phohlo ngesihloko sokuqala sokwendlalela, bheka lapha: https://iafrika.org/abelaphi-ngokuhlukana-kwabo/ Ezinsukwini ezingengaki sizokunika ulwazi olunzulu mayelana nokwelapha ukuphathwa yisisu, step by step.
Kusho ukuthini ukuphupha udutshulwa
Awushongo ukuthi uphupha udutshulwa wubani. Uma kungamaphoyisa noma amasosha, bheka nansi incazelo esinayo: https://iafrika.org/amaphupho-ngamasosha/
Bengidutzhulwa umfana wangasekhaya engikhule naye nomngani wakhe.
Ngicela usizi ngiphuphe sidubulana kwaze kwacaca ukuty kuphela izinhlavu sisacashile sihlohla izibhamu kwavela omama ababili bezama ukulawula loyedwa zamshaya ngetshe ehlweni zaqede zabaleka izitha. Basibiza bathi asiphume bahambile bekuyimi nodadewethu ebesilwa nalabantu
Ake ubheke lapha ngokuphupha nilwa: https://iafrika.org/amaphupho-ngokulwa-2/
Molwen layikhay umaphupha dutshulw kusho kuthn noma ugwazwa kodw umhlule loyomunt
Uma uphupha ulwa umehlule lowomuntu, bheka lapha incazelo: https://iafrika.org/amaphupho-okunqoba/