Amaphupho ngezikhali
Asho ukuthini amaphupho ngezikhali? Lokhu kuhlanganisa amabhomu neziqhunyiswa, izibhamu, ommese, imikhonto, amatshe nezinkemba.
Asho ukuthini amaphupho ngezikhali? Lokhu kuhlanganisa amabhomu neziqhunyiswa, izibhamu, ommese, imikhonto, amatshe nezinkemba.
Ngaphambi kokuthi kufike abaseNtshonalanga nenduku yamagwala bekusetshenziswa izikhali kwaZulu ezahlukahlukene. Le zikhali-ke zinamagama ngokwehlukana kwazo, lana-ke sithi ake sithi qaphuqaphu ngazo ngoba ezinye zazo azisatholakali kalula kodwa sezitholakala ezindaweni lana okugcinwa khona izinto zamagugu esintu. Ihawu – ihawu leli elokuvika uma izinsizwa zingcweka ngezinduku okunye uma zibambane zibhekene ngeziqu zamehlo. Ihawu lakhiwa ngesikhumba senkomo, siyasikwa … Read more
Uma uphupha ukuthi ubona inhlamvu yesibhamu kuyibhadi uma uyibona kuphela kodwa yinhlanhla nempumelelo othandweni uma udutshulwa ngayo. Ukuphupha umuntu ozwana naye egwazwa – lokho kusho ukuthi uzingelwa isitha esisadla amathambo enqondo ukuthi sizokuthola kanjani.