Amaphupho ngokugwazwa/ukugwaza

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha ugwazwa ngomese noma ngomkhonto kungasho ukuthi kukhona abantu abakugadla ngemithi. lemithi okungaholela ekutheni ugcine uphathwa zibhobo. Kwesinye isikhathi leliphupho lisuke liyisexwayiso sokuthi qhela ezixukwini ungase ugwazwe. Ukuphupha ugwaza umuntu kungasho ukuthi mele wehlise ulaka nokufuna ukuphindisela uma abantu bekonile. Kwesinye isikhathi kungasho umonakalo ozowudala komunye umuntu engalutholi usizo. Ukuphupha ugwaza umuntu omaziyo kungasho ukuthi … Read more

Amaphupho ngenhlamvu

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi ubona inhlamvu yesibhamu kuyibhadi uma uyibona kuphela kodwa yinhlanhla nempumelelo othandweni uma udutshulwa ngayo. Ukuphupha umuntu ozwana naye egwazwa – lokho kusho ukuthi uzingelwa isitha esisadla amathambo enqondo ukuthi sizokuthola kanjani.