Amaphupho ngokulwa

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi ushaya umuntu uzobangelwa amahloni empilweni yakho maduzane futhi ubudlelwane bakho abuzukuphumelela. Uma omunye umuntu ekushaya, wena ulokhu uzivikela nje, kusho ukuthi ukuhletshwa kuzokuphathisa ngamahloni.

36 thoughts on “Amaphupho ngokulwa”

  1. Sawbona cela ukubuza ngiphuphe ngise msebenzi ngishaya ingane engezwa eclassin,yangi reporter ingane Kuba wayo wangishaya ukuthi ngishiye ingane yakhe ngezinqindi ngingaphindiseli ngimsaba kuchazani.

    Reply
  2. Cela ukubizwa Uma uphupha engathi uphuma emsebenzini ihamba ehlathini nithatha I shortcut so kuvele isgebengu mangizama uku gijima ngingakhoni size straight isgebengu sifune imali ne phone engathi ngilahle I bag phansi ngimbonise ukuthi angina Mali that’s why ngihambe ngeynyawa savele sangishaya ngezimpama isgebengu until ngithi yaz wena ufana nomfwethu sengathi uyahleka ngithi ngempela yaz uzifanela nomfwethu wena bese uyangiyeka uyahamba

    Reply
  3. Ngiphuphe umuntu wesilisa kulelophupho uyisihlobo sababa kodwa angimazi futhi nakuleliphupho uyaziwa ukuthi umthakathi akufanele umuyeke akuthinte amahlombe womabili nemilenze kuleliphupho ubesangithinte amahlombe nomlenze owodwa man he sengilokhe ngimubalekela ngathola umese ngithi ngizama ukumgwaza kodwa akagwazeki Celia ukubuza kuqonde ukuthini lokho?

    Reply
  4. Ngiphupga ngijahwa umuntu weslisa rngingamazi engijaha ngesibham kodwa ngiyambalekela uma sekathi uyangithola sekaseduze ngiyabaleka futhi ngifikele kule ye indawo eyisikhuphukelo ngibaleke , uma ngiqeda lesikhuphukelo ngibona indawo Enhle enezindlu ezinhle nam mgingene khona kwenye yezindlu ngihlale khona

    Reply
  5. molweni.. evikini elidlule ngigwazwe ngebhodlela umuntu engingamazi.. namuhla kunomuntu ongiphuphe ngigwazwa.. ngabe kuchazani lokhu

    Reply
  6. Sanibonani ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uxabana nothandiweyo wakho uze umshiye uhambe akulandele

    Reply
  7. Ngiphupha ngishaye u dadewethu omncane, but usuke engazweli. Sengiliphupha njalo ngicela ningisize

    Reply
  8. Sanibonani bakhe thu.
    Ngiphuphe ngiwa nodade wethu okhulelwe ngimshaya ngimthethisa ingabe kuchazani?

    Reply
  9. Sawubona ngiphupha umama omncane wami sihilizisazana ethi akambelwe ithuna libiyelwe duze nomama wakhe khona maduze kwavutha umlilo omncane nje phambi kwakhe eqhelile kancane kimina ingabe kushoni Umuntu esaphila

    Reply
  10. Sacela ukbuza uma uphupha umuntu esenahlukana naye egeza niyxoxela nje kodwa ningasathandani, uphinde umphuphe ethi ucela umthelele manzi ufuna kugeza kushoni?

    Reply
    • Sawubona Fezile, kungenzeka ukuthi amanzi afuna ukuma lapho ake ama khona – okusho ukuthi noma wehlukana nalomuntu, mhlawumbe nisengaphinde nibuyelane. Mhlawumbe lomuntu ophupha ngaye unesifiso salokho, noma nguwena onesifiso salokho.Nalu ulwazi olwengeziwe esinalo olungakusiza ukucabangasisa ngaleliphupho lakho: https://iafrika.org/amaphupho-okuphonswa/

      Reply

Leave a Reply