Uma uphupha ukuthi ushaya umyeni noma unkosikazi wakho kusho ukuthi uzoba nomshado omuhle nekhaya elinenjabulo. Uma kuwumuntu ozwana naye kuyibhadi.
Uma uphupha ukuthi ushaya umyeni noma unkosikazi wakho kusho ukuthi uzoba nomshado omuhle nekhaya elinenjabulo. Uma kuwumuntu ozwana naye kuyibhadi.
Ngiphuphe ngishawa ngamatshe abantu abakude nami engingababoniyo, kepha bezwakala sengathi bayeza and baningi bawumphakathi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngabantu
Ngiphuphe engathi ngiya ebank ngingakafiki khona ngihlangane nosisi wami ongilamayo athi naye uphuma e bank kodwa imali ayiphumanga cela ngimboleke i thousand hayi bese siyahamba ke uma sifika esangweni ebank sifice security lesifazane lithi sekuzovalwa kodwa asingene hayi nempela sidlule ngaphambili sifice elesilisa nalo futhi lithi asingene kodwa sekuzovalwa hayi angene usisi wami minake ngavele ngabona sekukhona isihlahla esikhulu esivimbile sikamango esisho ngama branch ngithi ngiyagibela ngifuna ukuwela ngingene phela nami hayi akusangeneki ngathi ngifuna ukuyongena kwenye indawo ebivulekile lathi nje I security cha ngena ngala esihlehleni ngaphaphama ngingakaze ngingena kodwa usisi ngingsamboni kwanhlobo lichaza ukuthini leliphupho
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho mayelana namaBhange nokuthi asho ukuthini
Ngiphuphe indodakazi kadadewethu ingishaya kwaze kwazwela khona ephusheni ngayitshela ukuthi kubuhlungu ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomndeni nezihlobo
Nami ngiphuphe ngishaya ingane yami ena11 years yentombazane kodwa ibingazweli. Angiqali ukuphupha ngishaya ingane yami. And angiytholi kahle incazelo ngaleli phupho. Namanje angiytholi kahle incazelo uma ngifunda la.
Ngiphupha ngishaye ingane yasekhaya ayzweli nhlobo ngaphinda ngaphupha omunye usisi ngimshaya ngepayipi akazweli naye nanamuhla ngiphuphe ngishaya ingane still ize ingakhali
Cofa lapha ukuthola impedulo yephupho lakho https://iafrika.org/amaphupho-ngokulwa/