Amaphupho ngokushaya
Uma uphupha ukuthi ushaya umyeni noma unkosikazi wakho, noma kuwumuntu ozwana naye, kusho ukuthi kuyibhadi.
Uma uphupha ukuthi ushaya umyeni noma unkosikazi wakho, noma kuwumuntu ozwana naye, kusho ukuthi kuyibhadi.
Uma uphupha ukuthi ushaye umuntu ngengqindi kusho ukuthi uzoba nenkinga maduzane – kungenzeka ngisho uboshwe mawungaqapheli. Uma omunye umuntu eshaya wena kusho ukuthi uzolwa maduzane nje kodwa kuzoba nokuthula emva kwalokho.