Ukuphupha umlungu ekupha imali kungasho inhlanhla ezayo noma amathuba amahle azokuvelela, noma ukuthi idlozi lakho likupha amandla okuphumelela. Kwesinye isikhathi ukuphupha umlungu kungasho idlozi lamanzi okuyidlozi lomndawe, noma ukukhanyiseleka ngokomoya.
Ukuphupha umlungu ekuthethisa kungasho ubunzima, ukudumazeka noma ukuphoxeka ozobhekana nakho empilweni.
Ukuphupha umlungu kungasho ukuthi unesilwane noma isexwayiso sokuthi kukhona ubunzima ozobhekana nabo. Kwesinye isikhathi kungasho ukuthi kini niyazalana nabamhlophe, ngakho-ke usuke uphupha okhokho bakho.
Siyabonga kakhulu bengingazi sengitazi