Amaphupho ngomqashi

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ubona umqashi wakho kusho ukuthi uzoba nezinkinga emsebenzini uma ungaqapheli ukuthi wenzani.

17 thoughts on “Amaphupho ngomqashi”

  1. Sawubona ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha, engathi uzosayina amaphepha okuqashwa emsebenzini omusha, ozoqala kuwo khona ngalelo langa……

    Reply
  2. Sanibona nginephupho elilokhe libuyile ngiphupha ngisesikolen bese ngivukwa imimoya ngihlolele umuntu khona lapho ephusheni angisona isangoma angilutho nje ngumuntu

    Reply
  3. Sanibonani ngiphuphe umphathi wami wakudala engixosha emsebenzini after that ngabona sengingene office lakhe kugcwele utswayi ngabe kuchazani

    Reply
  4. yebo ngibingelele, mina ngiphuphe ngisebenza lapho engake ngasebenza khona kudala. ngicela ukubuza kuchazani. ngyabonga

    Reply
  5. Ukuphupha usayina I contract emsebenzini ubona nemali eningi kwicontract oyisayinayo namaswidi amanengi kuso ukuthini

    Reply

Leave a Reply