isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngeselesele (ixoxo)

Ukuphupha ngexoxo (iselesele) kuyinto engeyinhle, imvamisa leli phupho liba ukuphupha umuzi kababa wakho noma lapho kuzalwa khona ubaba wakho ugcwele amasele. Lokhu kusho ukuthi kunomuntu okushaya ngesichitho esiphehlwa ebusuku nasekushoneni kwelanga sesahlukaniso sothando.

23 thoughts on “Amaphupho ngeselesele (ixoxo)”

  1. SAn bona kusho ukthini ukuphupha ucosha imal yama coin a silver neyhlanu, mangithi ngphakamisa ikhanda kuvele ixoxo eli brown lagxuma leza ngakimi , but before lifika lajika labaleka

    Reply
  2. Ngicela ukusho ukuthi you interprete dreams accurate konke kuyiciniso.siyabonga kakhulu i visit this page almost everyday.Unkulunkulu akwamdisele uyasisiza kakhulu.

    Reply
  3. Sanibona, bengisacela usizo nencazelo lapha, ngiphuphe ngilwa neselesele elikhulu eliluhlaza mangithi elikhulu ngisho elingangendlovu, kodwa belingazile kumina ephusheni benginosana obelubukeka lunezinyanga ezimbili, lesele sele belifuna lolusana lwami, kodwa ngize ngaphaphama ngilwa bengalitholanga usana lwam. Mangivuka unyawo ebengilisebenzisa ngikhahlela linyelile.

    Reply
  4. Kusho ukuthini ukuphupha amasele sele amncane a gcwele umbhede naphansi;ama sesele a gcwele ugumbi lonke

    Reply
  5. Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ixoxo Eli brown/
    Nsundu lisendlini nilikhiphe libuye lingene noma kube khona olingenisayo endlin , ephupheni nitalesaba leli xoxo kodwa alinenzi lutho

    Reply
  6. Emsebenzini mashintsha izimpahla zokusebenza ukufaka unyawo escathulweni uthole kune selesele kubangwa yini

    Reply

Leave a Reply