Uma uphupha ubhala isivivinyo uzobhekana nokuhlupheka maduzane nje. Kunabantu abafuna ukukujikela kodwa uma usebenza kanzima uzophumelela.
- Amaphupho ngesikole.
Uma uphupha ubhala isivivinyo uzobhekana nokuhlupheka maduzane nje. Kunabantu abafuna ukukujikela kodwa uma usebenza kanzima uzophumelela.
Nami ngine kinga ngiphuphe ngikeskoleni phasile ngaze ngasayina iphepha Lami lamaresult bt banika okusayidwagu ebhalwe ngompende lapho Kuno 2 owodwa nabo0 bodwa Mabuza lapho ephuphenwi omunye wabafundi uthi zamile angazi lihloseni becela nisize 🙏💔💔🤞
Sawubona, nansi incazelo esinayo https://iafrika.org/amaphupho-ngesikole/?highlight=amaphupho%20ngesikole
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha uya Kumaric dance kodwa Kade wasiqed isikole
ngcel ukubuza ukuty kuchazani ukuphupha ubhala exam kodwa ungaqedi ukubhala ngisho nom uzam kodwa ucothoze ubhale slow
Sanibonani, ngicela ukubuza ukuthi kuchaze ukuthini ukuphupha ufeyilile ube ulindele imiphumela yakho
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngokwehlulwa
Impendulo wagcin uytholile?