isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngesikole

Uma uphupha ukuthi usesikoleni noma kuzobe kubukwa wena emhlanganweni olandelayo oya kuwo. Njengoba amaphupho enezincazelo ezahlukene, ukuphupha ngesikole kubuye kusho ukuthi kumele uthwase.

36 thoughts on “Amaphupho ngesikole”

  1. sanibona ngicela kubuza kusho ukuthin ukuphupha useskoleni uwu thisha bese kuba nokugula okukuvimbayo ungasakwaz ukuhamba umlenze ubambeke kubengat uphethwe ijaqamba ubone ubaba wakho ongasekho ewumfundi naye

    Reply
  2. Hi cela kubuza kushoni kuphupha useskoleni futhi kungathi u popular esikolen kuwo wonke muntu

    Reply
  3. Kuchaza ukuthini ukuphupha ngiseskoleni ngiwuthisha ngifundisa abafundi bami? Vele senguthisha ngokuphelele kodwa angakawutholi umsebenzi

    Reply
  4. Sanibonani ngihlezi ngiphupha ngiseskoleni ngenza u matric noma grade 10 ngibatshele e classini kuty sengaqeda iskole Manje angazi ukuthi kuchazani ngicela ningisiza ngencazelo

    Reply
  5. Sazi

    Bengiphuma ekhaya, ngiphuma ngaphandle ngabona umuntu edweba (painting) isithombe esihle sengane igqoke amaphijama.Nami ngadweba esami isithombe esihle isendaweni engathi iseMakhaya.

    Reply
  6. Hi ngincela ukubuza ukuphupha ugqoke umfanekiso wesikolele funds ibanga umatikuletsheni kusho ukuthini

    Reply
  7. Ngphuphe ngihamba phezu kwebridge ngaphansi kunolwandle elinamanzi aClean agubhuza kancane nje kahle .. qede lapho ngahamba ngaphinda emuva ngahamba ngihlangana nezingane engingazazi nengifunda nazo manje ngazidlula ngahamba ngaya eskoleni nakhona ngafica ezinye ingane engingazazi ezinye ngyazazi!.. engabe liqondeni

    Reply
  8. Sanibona …
    Mina ngiqale ngaphupha engathi ngihamba abridgen ngaphansi kukhona ulwandle olushe olugubha amagagasi amancane nje luClean .. qede ngazibona ngihamba ngphind’ emuva ngabona abantu engfunda nabo vele nabanye engabazi ngabadlula ngayeskoleni ngafica abanye engbaziyo abanye ngingabazi.. engabe liqondeni..

    Reply
  9. Am ntoko ngicela ukubuza uma uphupha useskoleni eklasini ugqoke umfaniswano kuduke izincwadi zakho kusho ukuthini liyangihlupha leliphupho

    Reply

Leave a Reply