Ukuphupha Amanzi

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi uphuza amanzi kuyinhlanhla enhle uma nje ingilazi igcwele futhi amanzi ehlanzekile. Uma amanzi enodaka noma ingilazi ingcolile noma ifile uzolahlekelwa yinto ebalulekile maduzane noma umuntu omaziyo uzokucela usizo. Kanti ke ukuphupha amanzi ahlanzekile, phakathi kuwo kukhona izinhlanzi kanye nenyoka – lokho kusho ukuthi izinto zakho ziyakhanya noma zimhlophe.

Ukuphupha amanzi angcolile futhi eyizikhukhula kusuke kukhomba ukukhulelwa okungaba kuwe uma ungumuntu wesifazane noma okungaba komunye umuntu osondelene nawe. Kephake uma ehlanzekile asuke ebika ukusuka kwebhadi ebelikusingathile noma ubungozi obukade ubhekene nabo, kungaba ubungozi obuwazi ngabo noma obukade ungazi ngabo.

171 thoughts on “Ukuphupha Amanzi”

  1. Kusho ukuthi uma uphuphe ungaphezu komfula endaweni ekhonkiwe ngombala obomvu, ngezwa sengathi ngiphelelwa amandla noma ngiphathwa isiyezi kancane, ngashelela kancane kodwa ngakwazi ukuma, ngacabanga ukuya ekhaya kodwa ngavinjwa ukuthi ngizoshiya amathulusi wabantu engiwabolekile, ngehlela phansi phezu kotshani obugundiwe, ngadlula izinja ezimhlophe nobu brown ebusweni zilele, ngasengibona umfanekiso wesilwane esifana nendlulamithi engenayo intamo. Sasondela ngabona ubuso bomuntu omnyama ofake izibuko, wangibuza ngezinduku eziluhlaza ezintathu kodwa ngingamuzwa kahle, ngimuzelwa kude ekhomba endaweni eyisikhotha ngangawasusa amehle ngibheke yena kanti uzama ukusondela eduze kwami ngasuka lapho bengime khona

    Reply
  2. Ngicela ukubuza ukuthi Ukuphupha ubanjwe ukuthi ukhulelwe nge pregnancy test kusho ukuthini?

    Reply
  3. Sanibonan cela ukubuza kushoni ukuphupha ubona Umango ovuthiwe kwavela umzala wathi ngimuphe ngamupha ngasengimtjela kuts akangiphathela 🔪 ngizodla wahamba ngabona umese ngocelemba🪓kuncolile nje ngathi bekubulawa inkomo

    Reply
  4. Sanibonani ngicela ukubuza ngiphuphe umuntu engijwayele enginika into engamanzi acwebezelayo Athi angigeze ngayo amabhodwe ezocwebezela abe mahle ngisho nangaphansi

    Reply
  5. Kushu ukuthini ukuphuma endlini kugcwele amanzi engathi nilele kusebusuku amanzi lawa anginiswe imvula.Ngokusheshe futhi aphelw kwamanye amakamelo asale kuleli engilele kulo.kusenjalo kuqhamuke ubaba ongizalayo akhulume nje kodwa angisazi utheni bese ehamba ngathi khona la ebephuthuma khona.

    Reply
  6. Ngabe kuwonde ukuthini ukuphupha ulwandle kube sengathi liyaphuma , kutholakale umkhondo wokuthi kunento ephakathi emanzini bezame ukuyikhipha kodwa benga phumi nalutho

    Reply
  7. Ngabe kusho ukuthini ukuphupha nishower(ishwa ngamanzi tholukuthi awuwedwa Nibaningi mhlambe kusedolobheni langakini then neniningi nikhone ukuphuma kulawo manzi lapho khona mawbheka kwasani unqunu futhi uzinakele izindaba zakhe nje kuyabalekwa uqede unyuke izitebhisi zebhilidi thizeni maqeda uhlangangane neningi ulitshele uJesu uyabuya bazithulele nje uqede uqhubeke nokukhuphuka lezozitebhisi?

    Reply
  8. Mina ngiphuphe beetroot kabishi No bhatata kusesivandeni,kuhle emva kwalo ngaphupha amanzi agcwele bhavu e bathroom e clean

    Reply
  9. Ukuphupha AmaDamu amabili elincane nelikhulu namanzi ahlanzekile phakathi emile , amadamu asentabeni ,
    ngabe lokhu kusho ukuthini?

    Reply
  10. Sanibona Mina ngiphupha nje amanzi kulezinsuku,ngiwaphupha amahle ngiphinde ngiwaphuphe angcolile.Ngesinye iskhathi ngize ngibhukude kuwona,elingithusa kakhulu engivuke ngalo,ngiphupha ingane yami ibhukuda emanzini ngeva ikhala phakathi kwamanzi kanti ibhukuda nesdumbu somuntu wesilisa.

    Reply
  11. Ngiphuphe amanzi angcolile esemgodini osendlini ephuphuma futhi kunamasele, ngabe kuchazani lokho

    Reply
  12. Sanibonan ngcel ukbuz kush ukthin ukphuph usemfuleni okungath kthiw angingen amanzi encolil kod abany sebephakath ngingcin ngingangenang ngnyukel ngenhla kwaw lawngenis khon ecwebil ehlanzekil mengith ngyongen ngakhon kube nesizib ngaphans ngbon owesilis esigudl khon nhaphansi okungath kunobhanan abangavuthisisiw kahl kod sebe bakhul engphosel owam nalab enghamb nabo sibandl

    Reply
      • Ngisacela ukubuza nali iphupho ngiphupha ngibalekela izinja eziningi ezibhidi mazifika Kimi efike kuqala ngayibiza ngegama zamazonke khona lapho ngibona sengathi ngisempazini kuvela abelungu ababili nabo bagibele nezinja emoteni khona lapho ngibona sengisemanzini smile nabanye abantu engathi masiphuma sizogibela ezimontweni sengathi mina ngithi awubheke nazi izincwadi zami zokushayela

        Reply
  13. Ngcela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha sisemfuleni ohambayo bese uphenduke ube bomvu kube ngathi uthukuthele usithele nangawo amanzi

    Reply
  14. sanibona ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha u dizela endaweni ekuhlaza sandawo yokudlala igalofu mawubheka phansi kunamanzi acwebile uhamba nosis wakho bese ngithi asambe siye manzini uma nginedlozi uzobona lawa manzi acwebile azophenduka abe bomvu nangampela amanzi ajika aba bomvu sagazi

    Reply
  15. Kusho ukuthini ukuphupha uhamba ngesikhephe phezu kwamanzi but kubenomuntu okuvimbayo ungafikanga la uya khona uwele ezindongeni ezansi

    Reply
  16. Bendicela ukubuza xa uphupha ubukele abantu ababini bezibulqla ngokuzishonisa emanzini kuthetha ukuthini…omnye ufile then omnye uthe xa ehlangulwa laphela iphupho.

    Reply

Leave a Reply