isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngolwandle

Uma uphupha ubona ulwandle kuyinhlanhla uma amagagasi ezolile kanti ishwa uma egubha ngokhahlo. Uma amagagasi emakhulu futhi ekushaya ekuwisa kusho ukuthi kofanele usebenze kanzima ukuze uphumelele. Uma uhamba phezu kwamanzi kusho ukuthi uyoba nempumelelo kokwenzayo ikakhulukazi uma ushada.

77 thoughts on “Amaphupho ngolwandle”

  1. Sawbona ,
    Ngiphuphe nginezingane engifunda nazo sizidlalela olwakho , oyedwa wethu wangena wabuya nofishi uDolphin, sithe sisamujabulela lwadinwa ulwandle leza kuthina mawala saguguleka saminza, mina ngasizwa omunye engifunda naye sengiminza

    Reply
  2. Ngiphuphe ngihamba nomuntu engihlekisana naye nabangani bami…siya olwandle sabhukuda kuthe kusenjalo lashintsha ulwandle kwangathi kuba nomsindo…emvakwesikhathi kube engath liyabhonga labe likhuphuka lagqiba wonke umuntu…ukuth ngiphume kanjani angaz kodwa ngizibone ngingakhandle ngigcwele inhlabathi ngihamba ngikhala ngicinga indoda yam…Emma kwezikhathi waqhamuka ehamba nosisi wakhe engingazwani naye …angizange ngimubheke ngisho emehlweni usisi…kodwa indoda yam ibiloku ingitshela ukuth angimbingelele Mina ngingamnaki…ngafika ekhaya ngageza ngisusa inhlabathi

    Reply
  3. Ngiphupha ngichazelwa ngobucwebe bolwandle… I ngididekile beningangichazelela kabanzi na ngaleliphupho????

    Reply
  4. Molweni kuchazani ukuphupha ulwandle but belungekho Mnyama koda belugubha magagasi ngendlel exakile ngat basiwelisak

    After that lakhipha mamz amaning ngaphandl emva kwalokh kwaphum nhlamv yelanga layek nokugubha magagasi amangalisayo

    Reply
  5. Thokozani emakhosini, ngiphupha nginemoto entsha emhlophe, kungena lobhuti engaboniswa yena , ngidriver siye olwandle. masifika olwandle luhle, luhlanzekile. kaze ngajabula kanje but asingenanga phakathi, ngabe kusho ukuthini.

    Reply
  6. Hi, ndiphuphe friend yam esiwa ematyen yahamba nolwandle bt i managed to save him before amthathe onke amfake ngaphakathi.. Yebo yena beswelekile since ebetheke ngekhanda ngoku awayo ematyeni nt his body i saved… Ngivuke ndasithandazela sametime..

    Reply
  7. Ngisacela incazelo ngaleli phupho.

    Ngiphube ubaba(USADLULA) silima insimu yasekhaya ngezinkomo, nekuthe phakathi zaqaqeka idjoko kwanqamuka amaketanga zagcwala ithafa, uma mina ngithi ngiya zilanda zingidukelile futhi zikhombisa ukungi balekela, koda ubaba kuyena ukwazile ukuzoqoqa wabuya nazo langithi ngiyo mlekelela sizibophe futhi ngizithele emiphongolweni enotshwala,esemngceleni wensimu nomfana engingamazanga kuthi uwbani ngase cela asilekele as besibabili kuphela, koda la ngiphakamisa khona amehlo ezansi kwensimu ngibone uMUZI OWAKHIWE PHAKA NENSIMU nokungimangazile ke noko nfoba bengingazi muntu owabekwa khona,

    ngisacela ukihlaziyelwa la ngididekile kanti nobaba akukudala edlulile.

    Reply
  8. Hi Bahlobo ncedan isho kthin ndaba yokuphupha iTsunami 😓 not Lena yezintuli ezimdaka but le eyi lightning oth muyibuka ngath amanzi a clean kodwa yenza imbani ⚡ Kuze kwashaya 11am namhlanje isky sicweli singenalo nelilodwa ilifu☁️ kulendawo ebine Tsunami🤦🏻‍♀️….. Bafeth mhlampe sen

    Reply
  9. Thokoza ngicel kubuza mewuphupha igagasi elikhulu likumbhoza kwaduk iskhwama kumin ngedwa kodw bengihamb nabo libambozile bona bebesazipheth zonk izinto zabo Lili khulu gagasi tnx

    Reply
  10. Sacela usizo ngencazelo yaleli phupho
    Ngiphuphe ngino baba (usadlula ngonyaka owedlule) besiphakathi nolwandle koda manje okungixakayo ukuthi amanzi becwebile inkinga lumnyama bedimile phezukwawo s8nga minzi…

    Ngojabulela incazelo
    Bonkosi

    Reply
  11. Nginokuphupha ngihamba phakathi kolwandle ngize ngifike la kuba sengathi kunezitebhisi engehla ngazo ngingene phansi kwamanzi. Mangifika ngaphansi kusuke komile,igceke linenhlabathi ebomvu kunama qhugwane amathathu ngingazi kumele ngingene kuliphi. Ngingajabula uma ngingathola incazelo

    Reply
  12. Kwazi

    Sanibona mina ngicela ukuhlaziyelwa iphupho engivuke nalo, bengibhukuda olwandle obelunamagagasi akahle angagubhi kodwa kunomqanca okhuphukelayo okumele uwukhuphuke ukuze uphume so ngabhukuda nam ngiya phambili abuye angibuyisele emva amagagasi but ngakwazi ukuhlamba ngaze ngaphuma. Ingabe lisho ukuthini ngyabonga

    Reply
  13. Sanibona sibonge kuthi nisihlaziyele amaphupho ethu, bengicela usizo lephupho enginalo, ngiphupha ulwandle olunamawala like itsunami but amanzi alo mahle ablue, kulimala abanye abantu kodwa mina ngiphephile in those raging waters mina awungithathi…. Ngibonga ngisalinde impendulo

    Reply
  14. Sanibonani, ngicela ukubuza ngephupho lami; ngiphuphe ngihamba ngiyolwandle after I was told not to go, Mangfika it was so calm and relaxing. Then, kwafika abantu abaningi bezongifuna then lwavele lwanolaka lasikhipha sonke phakathi kulo, lasikhiphela endaweni enameva ngale kwayo bekunotshani

    Reply
  15. Sawubona

    Mina bengthanda ukwaz ngephupho lam lokuphupha ulwandle luphakama ngamandla ngaze ngashaywa uvalo olunamandla lathi mase lehla igagasi lambozwa ingubo ethofozelayo

    Reply
    • Uma uphupha ubona ulwandle kuyinhlanhla uma amagagasi ezolile kanti ishwa uma egubha amagagasi kakhulu.

      Reply
  16. Ndicela ukubuza kutsho ukuthini ukuphupha, ulwandle lusiza ngamandla amakhulu, kwaphuma umoya phakathi elwandle, waza kwicala endikulo, wajika lomoya waba yintaka emhlophe entle enemibala emnyama, yaza ngakum nayo,,,, kuthe ndisajongile yajika lentaka yaba yintombazana ye ndiya,,,, ndathandaza emaphupheni yangathi lentombazana yendiya isesibhakabhakeni, ilinganisa lento ndiyitshoyo emthandazweni,, xa ndisithi bawo osemazulwini,,,, nayo itsho kanjalo…

    Reply
  17. kutsho ukuthini ukuphupha inkukhu ezimnyama ezlishumi nemhlophe enye, uzithatha komkhulu phansi kwamanzi uhamba nazo ekhaya, kwaba ngathi ekhaya kuno mama kukho umsebenzi, bandibuza ba ndizifumana phi,,, andabaphendula ndaske ndahleka

    Reply
  18. Ngicela ukubuza kuchazani Ngiphuphe ngisolwandle anagagasi ezakumina kodwa ngabambeka esihlabathini angithela umzimba wonke. Ngiyabonga ngokungilalela

    Reply
  19. ngiphuphe ngiphakathi olwandle lunamagagasi angemabi ekahle nje, kodwa ngizibone ngingaphansi kwowo amanzi olwandle ecwebile khona ngaphansi ngaphinda ngaphuma ngaphansi kwawo.

    Reply
  20. Ngi phuphe se ngathi ngiya ndiza ngiyo nyathela emanzini kodwa ku lawomanzi ku notshani ubu luhlaza .uma ngi nyathela bengi thukile ngi cabanga ukuthi ngiyo minza kodwa beku ngekho deep a manzi wa khona bewa ngi vala izi nyawo ku phela.

    Reply
  21. Ngiphupha ngime phezu komuzi olwandle kukho abantu abakhulumayo kulomuzi ungaphasi kwamagagasi

    Reply
  22. Siyabonga ngiphuphe ngibukuda olwandle luzolile lwabese luyashintsha luba namagagasi kodwa ikhanda belisoloko lingaphezulu exocekile

    Reply

Leave a Reply