Amaphupho ngamaSimu

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha insimu yokulima izitshalo kusho ulaka lwabaphansi, lolulaka lungachaza ukunganeliseki kwabo ngokuthile okwenzeka ekhaya noma okumele engabe kuyenzeka noma kwenziwe kodwa akwenziwa.

23 thoughts on “Amaphupho ngamaSimu”

  1. Ukuphupha insimu yommbila inkulu kanti omile lamahlanga semafishane siyangena kuyo ngihamba nomunye usaziwayo ungumuntu onabantu abadala masihamba siphumela ngale kwensimu singena kwenye indawo ihle kakhulu kodwa ngathi sekusekhaya lakithi langizalwa khona

    Reply
  2. Ukuphupha ikabishi engadini engeyona eyakini bengie noma uhlala ukuthi ulikhulisa kahle ngoba kusho ukuthini plz

    Reply

Leave a Reply