Uma uphupha ubona izitshalo incazelo iya ngokuthi zikhula kanjani. Uma zikhula ngokushesha kusho ukuthi izinto ezinhle zizokwenzeka futhi zizokwenzeka ngokushesha. Uma izitshalo zikhula kancane kusho ukuthi kuzokuthatha isikhathi ukuphumelela. Uma izitshalo zimila emzimbeni wakho kusho ukuthi uzobhekana nezikhathi ezikhathazayo kungekudala.
- Amaphupho ngemifino.
- Amaphupho ngokuvuna.
Kuthetha ukuthini ukuphupha usitya raw onion?
Sawubona Lukhanyo, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngo-anyanisi/
Sawubona Lukhanyo, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngo-anyanisi/
Cela ukubuza kuchazani ukuphupha isitha sakho siphethe amakhasi e olintshi kwesobunxele bese efuna ukukushaya ngempama ngesandla sokudla,ebusweni akadiniwe uyamoyizela
Sawubona, sicela ubheke kulama linki:
https://iafrika.org/amaphupho-ngokulwa/
https://iafrika.org/amaphupho-ngamaworintshi/
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/ (ngesitha)
Cela ukbuza if uphupha abantu bekha uLamula bebangisana
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomshado
Kutshoni ukuphupha upheke idelele
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokupheka, ukudla nokuphuza
Sanibona cela ukubuza kuchazani ukuphupha amagwava amanengi …..ulele nomuntu wakho
Kusho ukuthini ukuphupha uthenga kotaleya (avocado) kumuntu othengisayo
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngezithelo
Kusho ukuthini ukuphupha insimu yakho ishile wonke amaklabishi kodwa kuthele uanyanisi kakhulu izigaxa zize ziqhumele ngaphandle komhlabathi zinkulu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamaSimu
ukuphupha ubona isihlahla sama apula aluhlaza nemifino inama thanga bekungaka vuthwa kodwa kukuhle
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngezithelo
Umithi
Sanibona kusho ukuthi ukuphupha isithombo esinamaholo
Kuchazani ukuphupha ugqekezelwe endlini yakho bathatha umbhede wakho?
Uma uphupha uhamba ne ex yakho ensimini enombila ohlaza kuchazani?
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngamaSimu
Sanibona, kuchazani kuphupha uhlakula ensimini?
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngokuhlakula
Molweni
Ndicela ukubuza kuchazan ukuphupha usegadini ususa ukhula, kusenjalo ubone sowsendlelen eza ngakin ususa ingca/utshani uzama ukvula indlela?
đź‘Źđź‘Ź
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngamasimu/
Cela ukubuza kuchaza ukuthini ukudla I strawberry esinoshukela mawusidla
Leli phupho lingasho ukukhulelwa, cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngezithelo/
Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ukha u green pepper owu 2 olihlaza bese uwunika abantu ababili
Kusho ukuthini ukuphupha izindoni
Leli phupho lingasho ukukhulelwa. Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngokukhulelwa/
Bathwebula inhlanhla yakho
Kuchazani ukuphupha umoba ovuniwe
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngezitshalo/
Kuchaza ukuthini ukuphupha uthunjelwa ingane ize ibulawe abayithumbile
Ukuphupha insimu eluhlaza enhle
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngamasimu/
Ukuphupha uhlakula ummbila omude oluhlaza kuchazani?
Nalu ulwazi esinalo: https://iafrika.org/amaphupho-ngommbila/
Ukuphupha udla amadumbe uwanikwa gogo wakho ongasekho emhlabeni
Nanti indaba esinayo mayelana nokuphupha ngabantabakho abangasekho emhlabeni: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Kusho kuthini kuphupha uhlakula
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-okuphonswa/
Ukuphupha udayisa ama veg tamatisi namazambane
Kusho ukuth ukuphupha umdolofiya umkhulu and uvuthwe kahle usesihlahleni sawo
Ngiphuphe ngikha umango ovuthiwe usuze wa yellow and orange umubala
Uma uphupha isihlahla sezindoni kodwa uma usuyowadla aphenduke olunye uhlobo lwesithelo (nectarine) kusho ukuthini?
Uma uphupha udla ubanana bebaningi intsimini bevuthiwe
Ngiphuphe ngidla izindoni ezinhle ezimnyama ngathi imvula uyakhemezela zimnandi.ngase ngabona itruck enamaveg umfana wami ona eight ngathi untshotsha ubhanana ongakavuthwa kahle Kuleli truck unginika wona.
Lapho uphupha ngemvula bheka lapha incazelo esinayo: https://iafrika.org/amaphupho-ngemvula/ AbakwaChili kuthiwa bango “Sithole esaya kwaMpanza sabuya sesixhekethisile”, kushiwo lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwachili/ Kusho ukuthini lokhu ngokwazi kwakho? Abantu bakwaMpanza babeyokwenzani kwabakwaChili baze bagileke kanjena?
Uma uphupha udla umbila omyama oshile
Amaphupho ngommbila: https://iafrika.org/amaphupho-ngommbila/
Kusho ukuthini ukuphupha isithombe so somnakwenu efonini yomuntu wakho
Lapho uphupha umnakwenu, incazelo yibheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-okunqoba/
Kusho ukuthini ukuphupha ama vegitables afresh ngiwathatha ngiwakhetha kukhona ne lemon ebole eceleni ngiyishiya, ngiwaphiwa imlimi
Nansi incazelo lapho uphupha imifino: https://iafrika.org/amaphupho-ngemifino/
Umithi
Ukuphupha ubheka amagwava koda ungawatholi kuchazani.
Asikabi nalo ulwazi oluqonde ngqo ngamagwaza. Uma uthanda ungabheka lapha amanye amaphupho ngezinye izithelo: https://iafrika.org/amaphupho-ngama-aphula/
Ukuphupha uhamba ensimini etshalwe umoba
Kulencazelo uzobona ngisho isithombe somoba, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngamasimu/
Ukuphupha ukha umoba ensimini yomoba osukhulile
Lapho uphupha ngamasimu, bheka nansi incazelo esinayo: https://iafrika.org/amaphupho-ngamasimu/
Kusho ukuthini ukuphupha ukha imifino yezintanga ekhephuzelayo eluhlaza
Nansi incazelo lapho uphupha ngemifino, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngemifino/
Kushoni bkuphupha izinkomo zidla ensimini umbila usase luhlaza
Bheka lapha ngezincazelo ezithinta amaphupho ngezinkomo: https://iafrika.org/amaphupho-ngenkomo/ nalapha futhi: https://iafrika.org/amaphupho-ngezinja-nezinkomo/
Ukuphupha udla izindoni
Ukuphupha udla I orintshi elimnandi
Nansi incazelo ngokuphupha udla ama-worintshi, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngamaworintshi/
Kusho ukuthini Ukuphupha udla uMango ovuthiwe kanye nokuphihliza amaqanda kodwa ebolile.
Nalu ulwazi esinalo lapho ephusheni lakho kunamaqanda abolile, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngamaqanda/
Ngiphuphe i aphula ngath ngiyalidla kwaphuma izimpethu sacela ukubuza kusho ukuthini
Ulwazi esinalo ngencazelo lapho uphupha udla ama-aphula yilena: https://iafrika.org/amaphupho-ngama-aphula/ Izimpethu azilethi izindaba ezithokozisayo kodwa noma ziletha izingqinamba, ziba wuhlobo lwalezo zingqinamba okungabhekwana nazo zilungiseke, bheka ulwazi olwengeziwe lapha: https://iafrika.org/amaphupho-asho-isichitho-noma-isinyama/ Konje Nkosazana yakwaNyambose uzibonile nje izithakazelo zesibongo sakho? Bheka lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwamthethwa/
Ngiphuphe ubhatata omuningi
Kanye nogogo ozala umawami kodwa yena ubengishaya
Ukuphupha ukha amathanga bese ubona kukhona avuthiwe naseluhlaza kuchazani lokhu
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha amathanga: https://iafrika.org/tag/amathanga/
Ngiphuphe ngibona amatamati amakhulu amazambane kusho ukuthini
Nalu ulwazi esinalo ngamazambane: https://iafrika.org/amaphupho-ngamazambane/
Uma uphuphe ukha umbila ensimini futhi muningi kuchazani
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha uvuna ummbila: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuvuna/
Ukuphupha usikha amathunduluka
Sawubona Mimi. Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha ngokuvuna: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuvuna/
Uzibonile nje izithakazelo zakini kwaNdlovu, nalu ulwazi esinalo ngazo: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwandlovu/
Yizo lezi nawe ozaziyo izithakazelo zakwaNdlovu?
Ukuphupha uhlakula umbila
Mhlwawumbe lapha ungachazeleka kancono: https://iafrika.org/?s=izitshalo
Uma phupha udla imifino ispinach nophuthu nomama wakho osashona kuchazani
Nazi izancazelo zamaphupho ngokudla : https://iafrika.org/amaphupho-ngokudla/
ukuphupha utshala umbila
Syabonga kakhulu ngolwazi esilutholayo ngamaphupho
Siyawabonga nawo amazwi akho mfokaThokozani
ukuphupha uphiwa amaklabishi nemfino yezintanga bese ubona umoba khona lapho utshaliwe.
Ngiphupha ngipheka umbila namantongamane
umaphupha insimu enkulu yombila uwukha sewomile
uma uphupha uphalaza izikelemu eziningi