isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

39 thoughts on “Amaphupho ngokuvuna”

  1. Mpilweni, Xa uphupha unikwa imali eninzi ezi notes (amaphepha) egcwele Irish, bese kubekho Lo obonayo ma unikwa, akubuke ngeliso elibi

    Reply
  2. Ngicela ukubuza,Kusho ukuthini ukuphupha ubona isihlahla samagwava esamila kusaqhakaza izimbali lezi ezikhombisa kt kuzomila magwava

    Reply
  3. Ngicela ubuza kusho kuthin uphupha ubeka izimbali eziningi phezu kwethuna lamama wakho ongasekho

    Reply
  4. Kusho ukuthini Uma umama wesoko lakho ephupha izitshalo ezinhle Kanye nendlu iyinhle phakathi

    Reply
  5. Kusho ukuthini uma umamazala ethi,uphuphe Mina ndibizwa bese ethi lomuntu kumnyama,aphinde athi kuthe kwala ephusheni wangathi uza ekhaya ngoku wangangeni eyardin wabaselwa umlilo NGO Gogo angabazi bese bemnikeza umbila uba ahambe nayo

    Reply
  6. Sanbona ngicel ukubuza kuchazani ukuphupha u anyanisi ovuniwe omningi uwuthatha bese kuba khona okupha imal

    Reply
  7. Kuchazani ukuphupha uthenge indlu, ngaphandle kunobhanana otshaliwe omningi ovuthiwe uwudla?

    Reply

Leave a Reply