Amadlozi Amalobolo Amaphunga Amasonto Imali Imicimbi Imicimbi yesintu Imifino Imililo Imishado Inyama Izaga Izigodi Izikhathi Izilwane Izingubo Izinhlanzi Izinja Izinkomo Izinyanga Izinyoka Izinyoni Ukudla Ukufa Ukugula Ukuhamba Ukukhubazeka Ukuzwa Umshado Utshani

Amaphupho ngembewu yokutshala

Uma uphuphe unikezwa imbewu yokutshala lelo iphupho lingelihle kakhulu, lichaza ukuthi kulokho okwenzayo ngokuzama impumelelo, kukhona umphumela wakhona ozoba muhle kakhulu kepha usazoqala udlule ebunzimeni obukhulu, ngakho kufanele ubekezele. Ukufinyelela kwakho lapho ofisa khona kusuke kuzoza ngosizo lomuntu osondelene nawe, ukusondelana kwenu kube kuhlanginiswe yilokho osuke ukwenza.

1 thought on “Amaphupho ngembewu yokutshala”

Leave a Reply