Amaphupho ngomlilo

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ubona umlilo noma amalangabi kuwuphawu olubi ekusaseni lakho. Kusho ukuthi intukuthelo nokukhaphelwa kuyeza kuwena. Uyolahlekelwa yizinto ezisemqoka kuwena futhi ubhekane nezikhathi ezikhathazayo. Uma wenza umlilo uba mkhudlwana kusho ukuthi uzolwa nothile omaziyo.

69 thoughts on “Amaphupho ngomlilo”

  1. Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ubasa mlilo wamaphepha ivutha kancane uchishe ngabiza umyeni wami ukuthi angisize ngawo wangeza

    Reply
  2. Ngiphupha ngisekhaya, lapho sishisa khona izibi kuqubuke umlilo omkhulu kube sengathi ufuna ukubhebhetheka. Ngingene endlini ukwazisa umfowethu, kodwa kuthe uma sengibona kwaba sengathi ngisemakhaya kithi kuqhamuka amabhola omlilo phezulu esibhakabhakeni amanye makhulu kakhulu. Ashaya uphahla lwendlu angene endlini, sekuyasha. Uma kuqhamuka umama wami angabi nokwethuka. Mina ngizame ukukhusela imntwana wadadewethu ngiphinde ngikwazi ukuhlenga isikhwama sami esinezinto zami ezibalulekile.

    Reply
  3. Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha kunomlilo obasiwe endlin yangenhla uzame ukuwucisha kodwa ungacishi

    Reply
  4. Cela ukubuza ku chazani ukuhlez ushiswa amanzi njalo mawuwaphethe ebola like 5ltr/10 ltr .ukut lento isiyenzeke ka4 kumina .cela ningilekelele

    Reply
  5. Sanibona kusho kuthi ukuphupha umlilo emsebenzini bese kusha imoto ngaphakathi.kodwa mlilo oshiswe ngamabomu.

    Reply
  6. Sanbona
    Kuchaza ukuphupha amandiya ayizinyanga ehleli esigodlweni sayo esiwu rondo wesintu,nabantu abazonyangwa abayindlu emnyama abaningi botha umlilo kodwa ongenalangabi,onamalahle kphela nezingodo

    Reply
  7. Kusho ukuthini ukuphupha ubona umlilo uvutha ngaphakathi kwamaplangwe endlini ubaba wam ongasekho emhlabeni esisiza esithuthisa impahla siyozibeka emnyango.

    Reply
  8. Kushoni Uma uphupha ubasa ufaka inkuni ku braai stand kodwa ungabasi umlilo wakhona uqeda lapho uvale ibraai stand nelembu eliyi blue

    Reply
  9. Kushoni Uma uphupha ubasa ufaka inkuni ku braai stand kodwa ungabasi umlilo wakhona uqeda lapho uvale ibraai stand nelembu eliyi blue

    Reply
  10. Ngiphuphe umuzi wakubo kwesoka lami kuthiwa ushile, Uma ngiphuma ngiyobheka ngizwa Kittitas nomama wakhona akasekho ngesimanga somlilo. Mina ngithe Uma ngiphuma ngiyobheka ngafica umlilo usuphela sekunamalangabi amacane nje, Kodiak isakhiwo sesidibikile. Ngicela incazelo

    Reply
  11. Ngiphuphe ngicima amakhandlela wona ancima kodwa makumele ngincime isitofu soparafini savele sabhamuka sakhipha amakhulu amalangabi ngabaleka ngabiza unikazi wendlu

    Reply
  12. Sanibona kusho ukuthini uma uphupha ngathi konomlilo omkhulu oshisa indawo okuyo, mangithi ngiyagijima ngiyolanda or ngiyobheka ingane yami uvele ungihlangabeze umlilo ngishe kabuhlungu umzimba wonke ngase ngaphaphama…?

    Reply
  13. Sanibonani. Ndisacela ukubuza kutsho ukuthini xa uphupha umyeni wakho on your late brothers imagine. Sihlezi ekhaya sothamele umlilo with my mother n sister in law kumnandi kuhlekwa then kufike my husbands side chick afune ukungigwaza nge long fork but igobeke when she’s trying. My Zulu is not that good uxolo 🙏

    Reply
  14. Sanibona ngicela ukubuza if uphupha amanzi agijimayo ngathi amagagasi khona lapho kuqhamuke umlilo ongamalangabi kusho ukuthini?

    Reply
      • Ungasizakala kanjani Uma ufuna ukuvimba isehlakalo mayelana nephupho lomlilo?

        Ngiphuphe kusha kamakhelwane lapho kwaluyisotolo khona

        Reply
    • Uma uphupha ubona umlilo noma amalangabi kuwuphawu olubi ekusaseni lakho. Kusho ukuthi intukuthelo nokukhaphelwa kuyeza kuwena. Uyolahlekelwa yizinto ezisemqoka kuwena futhi ubhekane nezikhathi ezikhathazayo. Uma wenza umlilo uba mkhudlwana kusho ukuthi uzolwa nothile omaziyo.

      Reply
  15. sawubona ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha kuduma izulu Libaniza kodwa libalele ilanga,Ngisathi ngisezwa lokho ngibone umlilo ongena endlini kanti ibhola leli eliba bovu sengathi likhombe mina,ngalithatha ngaleso sikhathi ngalikhiphela phandle kwaqhumuka umuntu engamazi waliqhumisa kwaqhuma umlilo,Ngikhathazekile ngicela ungisize

    Reply
  16. Sanibonani. I would love to know what it means ukuphupha living in the middle of the forest with many kids in a shak. Then there was a huge fire which became bigger. Ngiyabonga

    Reply
  17. Sanibonani, ngiphuphe silwa nomyeni wami ngithi kuye angayi kule ntombazane, kodwa elokhu ethu yena uyaya. ekugcineni ehle emotweni, ngiphinde ngivule umnyango ngithi kuye bazokubulala labantu ungayi, kodwa agcinise ikhanda angene endlini engingayazi anyamalale isikhathi, emva kwalokho ethi uyaphuma kube khona umuntu omvimbayo ukuthi angaphumi, and ngapha kunomuntu etshela mina ukuthi uzofa njengoba engene lapha. lomuntu osemnyango emvalele emnyango kodwa kube nomlilio ngaphakathi endlini lapho yena ekhona, mina ngisemotweni, ngiphume ngimemeze ukuthi aphime kodwa unyango walapho uphume umlilo omkhulu. umsindo lobowungaphakathi wabantu uthule uthi tuu, ngithi ukusho ukuthi bashone bonke, ngiphume emotweni ngimemeze ngicela usizo. Ejaridini lalowo muzi kube nenkulu intuthu ijaridi lonke. Inagbe lephupho lisho ukuthini, ngoba liyangikhathaza linomlilo.

    Reply
  18. Ngiphuphe ekhaya kusha e khishini, bekusemini. Sikhona nomunye umzals kodwa singekho egcekeni. Masibuya kugcwele abafana baya cisha.

    Ngabe kusho ini?

    Reply
  19. Sanibonani ngiphuphe umuntu engimaziyo eshisha iground wavelewamkhulu umlilo ngabekuchazani lokho

    Reply
  20. Ngiphuphe engathi ngisekhaya endlini yakwagogo bengibasse umlilo kwavele kwasuka umoya onamandla kwaze kokheleka lendlu ebengibasela kuyo ivele yasha

    Reply

Leave a Reply