50 thoughts on “Amaphupho ngekati”

  1. Kuchazani ukuphupha ikazı lijaha igundwane until lilibambe and kill it phambi kwakho. There was no blood though.

    Reply
  2. Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha ikati lizele endlini lizele amakati amhlophe namnyama uze uwadlalise

    Reply
  3. Ukuphupha ulele embhedeni uvuswe ukukhala kwekati embhedeni. Ngathi ngiyabaleka langilandela likhala beli brown with spots kungathi likhulelwe. Mengifika kwelinye ikamero kukhona inja ikhonkotha leli kati elifuna ukungena.

    Reply
  4. Molweni ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu osebenza naye enekati lakhe elimabalabala

    Reply
  5. Morning everyone, ngicela ukubuza ngiphuphe ikati elimnyama elinye lifile elinye liphila kusho ukuthin lokhi

    Reply
  6. ngicela usizo ….ngiphuphe ikati lingibuka kwasho ukuthi ngizovela ngephaphame kodwa bengathi lidiniwe

    Reply
  7. Ngicela ukubuza ngiphuphe ikati likhalela into engiyiphethe noma ngilixosha libuye likhale ngalinika la ele lanyamalala

    Reply
  8. Ngiphuphe ngilele Manuel bekunomsindo ngaphandle komnyango wami . Ngavuka ngavuka ngavuka umnyango,ngahlangana nekati elimhlophe limile ngathilifuna ukungena . Lona lelikati alijwayelekanga alifani namakati okufuywa

    Reply
  9. Cela ukubuza.
    Ngiphuphe ngiya emtholampilo. Uma ngifika u nurse ebedlala ne Kati alilalisa.
    Maceda wanginaka efundisa ngento engize ngayo uthe esangifundisa ngikhohliwe ukuthi unesilwane lavela lahlLa enyaweni ikati langilima ngaze ngaphaphama ngabe kusho ukuthini?

    Reply
  10. Ay ukuphupha ikati uphawu Olubi impela, 2 years back ngikhulelwe ngaliphupha ikati elimnyama lidlula phakath kwemilenze yami ngathi sengiyoteta ngahlangabezana nenkunz malanga yenkinga during delivery.. namanj ngiliphuphile futhi angazi ngingenze njan ukugwema okubi okungangehlela. Dankiw

    Reply
  11. Ngphuphe makhelwane wami ephethe ikati and bekungathi ukhuluma nalo at the same time uthela phansi something like utshwala but ulithelela kuthi liphuze

    Reply
  12. Ngicela ukubuza uma uphupha iKati likujaha futhi lidiniwe uthi uyabaleka esixukwini sabantu liqhamuke lothukuthele kusuke kwenzenjan ?

    Reply
  13. Ngicela usizo… ngiphuphe ikati elikhulu elikhulelwe (gray colour) lingibuka ngqo emehlweni. Lahlala emva ngaphansi kwesitulo okwakuhlala khona ubaba osewadlula emhlabeni.

    Reply
  14. Ngicela ubuza ma uphupha ikati ezininzi 100 endlini kuthini na? Naxa uphupha umuntu osebenza naye ebhafa nomamakhe?

    Reply

Leave a Reply