Amaphupho ngomsebenzi

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi unikezwe umsebenzi omkhulu uzohlangabezana nezinkinga maduzane futhi kuzofanele usebenze kanzima uma ufuna ukuphumelela.

Amaphupho ngomqashi, ukukhushulwa emsebenzini noma ukusebenzisa amathuluzi, anezincazelo ezithile.

17 thoughts on “Amaphupho ngomsebenzi”

  1. Phuphe basi rejector kabuhlungu emsebentini. The second time kwaba kuhle and the 3rd time sacashwa.ingabe kushoni loko

    Reply
  2. Ukuphupha ukhuluma nomqashi wakho ethi zama ukuthola indlu enazozonke izidingo izokhokhelwa Nguye kuze akwaz kufika azokubona noma ingasiphi is’khathi.Engazuth yena uhleli esihlalweni wena uhlez phansi eceleni wesihlalo sakhe.umqashi lo ungiwesilesa mina ngingowesifazane.

    Reply
  3. ukuphupha umqashi wami ngitshelwa igama lakhe elinye kodwa ekungelona elakhe engath kuthiwa mase enengane uzoyiqamba ngaleligama ngabe lichazani

    Reply

Leave a Reply