Amaphupho ngezingane ezincane

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Kusho ukuthini ukuphupha ingane encane? Uma ubona ingane encane ephusheni lakho ilele ngamadolo kungasho ukuthi uzoba nesivakashi maduzane. Uma ingane izichamela noma izingcolisa uyibambile, lokho kungakhomba inhlanhla uma wena ingakungcolisi kodwa kukhombe ibhadi uma ingane ikungcolisile. Uma uphupha umuntu obuthandana naye elethe ingane yenu kuwe, lokho kungasho ukuthi kukhona inkulumo esele noma loyomuntu usenesifiso sokuthi niwuqale phansi umlilo wothando niwubase.

204 thoughts on “Amaphupho ngezingane ezincane”

  1. Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha ingane encane ilimalile ekhanda futhi iphuma negazii emathangenii ngemuva

    Reply
  2. Ngphuphe kungath sisekhaya nomawengan but sisemnyang ebsuku kungath besith syalala lemnyang kdw kyanetha kqede kqhamuk umuntu mesength slelelen vel emnyang asngen endlin so it turn ls out that umunt lobeqhamuka kude usisi nje eshlala nay endawen(syamaz sobabil bajwayelene nalomawengan). Ay adlul abingelel usisi mese sngen endlin umawengan aphum ay ngaphamb kwendl afik athol umntwana lapho ongaqgukil, bese ngyagojima ngzombambis coz kyashiblika, kyanetha kant kwintaba and nomntwan uyambon kuth ushiywe umunt obaz vel kuth sizomthol ngb iphamb kwendlu. Inkingak mese simthatha syashiblik aknyukek lentaben kuqhamke inja ifun ukmudla lomntwan, so ngzam ukbambis umawengan umntwan noma siwa kunjalo kuze ngzam ukulwa nalenja coz umntwana simbambile umlenze iyamdonsa sekukhona nokhul wam uzam kussiza kodwa kuynhlanga zmuka nomoya l, ngaphaphama ngsath ngfun kulwa nalenja.

    Reply
  3. Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha umuntu ekunika izitsha ezintsha kanye nesikhwama sengane esinencence nokunye okwengane phakathi.

    Reply

Leave a Reply