isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngezingane ezincane

Uma ubona ingane encane ephusheni lakho ilele ngamadolo kungasho ukuthi uzoba nesivakashi maduzane. Uma ingane izichamela noma izingcolisa uyibambile, lokho kungakhomba inhlanhla uma wena ingakungcolisi kodwa kukhombe ibhadi uma ingane ikungcolisile. Uma uphupha umuntu obuthandana naye elethe ingane yenu kuwe, lokho kungasho ukuthi kukhona inkulumo esele noma loyomuntu usenesifiso sokuthi niwuqale phansi umlilo wothando niwubase.

 

164 thoughts on “Amaphupho ngezingane ezincane”

  1. Sanibona sacele ukubuza ukuthi uma uphuphe ikhehla elidala ligqoke I jazi lesonto likutshela ukuthi ukhulelwe kodwa ingane ifihlekile emva kwalokho uqale uzwe izinhlungu esinyeni engathi usesikhathini kuchaza ukuthini.

    Reply
  2. Kusho ukuthini uma uphupha ingane yakho isishonile Kodwa iyaphila ino 5yrs ekubeni ubuyiphuthumisa esbhedlela yashonela ezandleni zakho usadinga usizo ngiyabonga

    Reply
  3. Thokozani ngicela uku uza ngabe kusho I ukuphupha ingane ededwa kuzalwa ngumuntu ebengithandana naye kuthiwa ngeyami
    Kodwa yena ese bikile omunye umndeni yamukelwa

    Reply
  4. Sawubona ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha umuntu othandana naye encelisa ingane?

    Reply
  5. Thokoza ukuphupha nijahwa amaphara umngani adlwengulwe etete ingane yakho Uma usuyithatha inamaphepha emlonyeni ishayeke ekhanda

    Reply
  6. Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uphethe ingane encane engathi abafowenu abakade bashona bayajabula bayikhunge ingane bakunike imali khona lapho ingane ikukakele

    Reply
  7. Kushoni ukuphupha ingane igvolile ebsweni bethi ishonile sebeyifake nasebhokisi,ivele iphaphame ngisambe ibhokisi

    Reply
  8. Kusho ukuthini ukuphupha ulahlekelwe ingane yomfan unogogo wakho ongasekho nisendaweni engathi isemalibeni

    Reply
  9. Kungabe kuchaza ukuthini uma uphupha uncelisa umntwana omncane osanda kuzalwa kodwa futhi usakhulelwe omunye umntwana?

    Reply
  10. Uma uphupha unengane encane iphinde ubone umntu owawuthandana naye before litsho ukuthini

    Reply
  11. Kusho ukuthini ukuphupha izingane ezincane engathi zikhubazekile futhi zigcwele amfinyila, zithi ziyangibamba ngenkani ngingafuni ngisaba

    Reply
  12. kusho ukuthini uma u cimeza uth uyalala kuvele kube ngathi ubona izingane ezincane ezigcwele udaka

    Reply
  13. Ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha I ex yakho nihambise ingane encane eClinic kungathi eyenu….iphethwe yiyo

    Reply
  14. Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uswane ingane encane yomfana ikhala ngihalela ukuyithatha ngiyeteketise kodwa ngayixosha ngesaba ukuthi kusho okubi

    Reply
  15. Ngiphuphe ingane encane ka bhuti wam isanenyanga ezimalwa,sengath kuthiwa ishonile kuze kutshelwe nabantu , jikijiki mangith ngiyo cleaner mina kuleyondlu ya bhuti enomzimba wengane embhedeni, mangimbula ingubo kube sengath ivula amehlo ingane, ngilibele ngimile eduze kwayo ngiyimbula until ize ivuke, mangith ngyayishiya ikhale ingibambe isihleli ngezinqa, ngiyithathe ngiphume nayo phandle ngihlangane no sisi ngith ngimnika yona athi angyoybeka endlini, ngidlule ngiyise endlin yamama ngifike ngiyvezele umama ngimnnike yona aythathe ayigone liphele lapho iphupho, cela ukubuza lichaza ukuthini

    Reply
  16. Kuthetha uthini uphupha umtana omcinci besele kukho nomfana endandithandana naye besele kubakho umtu ongumama okwi labour pain ndiye ndabiza abantu katiwa makuze i salt ne yeast

    Reply
  17. Ngicela ukubuza kuchazan ukuphupha umuntu ozwana naye ekunika ingan esencan kungathi eyethu lengane

    Reply
  18. Ngicela ukubuza kuchaza ukuthi ukuphupha ingane oyizalayo ibishe odakeni olumunyama ngomuzimba yonke ize ivele ngezinwele?

    Reply
  19. Ngicela ukbuza kusho ukthini ukuphupha ukuthi umithisile n the following day uphuphe usuphethe ingane encane engath uyayidlalisa uyijila phezulu

    Reply
  20. Ngicela ukubuza ngiphuphe ingane yami igijima yashawa yimoto futhi yaze yahamba phezu kwakhe… Wathula, kusho ukuthini?

    Reply
  21. Cela kbuza kusho ukuthini ukuphupha ingane idukile.. I gcine ihamba iya eskoleni yangabuya??

    Reply
  22. Sanibonani ngabe kusho ukuthini ukufunwa ingane yomfana encane ikubize ngisho ungekho ize ikukhombe ithi nangu bani kodw wena awukho lapho ingane ephilayo ngabe kuchazani lokho ngoba okwesi4 kuthiwa ngifuna ingane mind you ingane ephilayo

    Reply

Leave a Reply