Amaphupho ngezingane ezincane

Uma ubona ingane encane ephusheni lakho ilele ngamadolo kungasho ukuthi uzoba nesivakashi maduzane. Uma ingane izichamela noma izingcolisa uyibambile, lokho kungakhomba inhlanhla uma wena ingakungcolisi kodwa kukhombe ibhadi uma ingane ikungcolisile. Uma uphupha umuntu obuthandana naye elethe ingane yenu kuwe, lokho kungasho ukuthi kukhona inkulumo esele noma loyomuntu usenesifiso sokuthi niwuqale phansi umlilo wothando niwubase.

 

190 thoughts on “Amaphupho ngezingane ezincane”

  1. Sanibonani ngabe kuchaza ukuthini Uma ingane encane ikakela endlini yakho la ulala khona.
    Ngiyabonga ngempendulo engizoyithola.

    Reply
  2. Ngicela ukubuza ukuphupha izimbuzi zizele zonke min nomtwana ka sisi wami besisenga ubisi ezimbuzin sufuna ukuphuzisa abantwana bazo enye yezimbuzi ibizele izingane ezimbili ummbala omnyama elinye limhlophe linokubomvu ezinyaweni zonke

    Reply
  3. Sanbonani ngicela ukubuza kusho ukuthini ukubona I ex Yami ithi icela hug ngoba yangigcina kdala bese ibizwa omunye umntu ngingeka hug bese ngiyahamba kube ngathi ngithola ingane eminzayo emanzini ngiycoshe ngizame ukuyisiza bese ngibalekela eclinic eseduze ngoba ingane ibisa phefumula lapho sengihamba ne ex yam siphuthumisa lomntwana e clinic

    Reply
  4. Cela ukubuza kuchaza ukuthini Uma umuntu ekuphuphq uphethe ingane bese iyawa( akaze ngikhulelwe and akaze nglale nomfana)

    Reply
  5. Cela ukubuza ukphupha silele nomuntu engzwana naye embheden kukhona ingane encane phakathi kwethu ikhala ingayeki noma sizama ukuyi thulisa

    Reply
  6. Ngisacela ukubuza ukuth ngabe kuchazani ukuphupha engathi unengane encane mnje isiyagula kakhulu kuze kube sengath isishonile mangith ñgicela usizo kulaba engihleli nabo bavele bangizibe.

    Reply
  7. Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ingane Yami yentombazana ilahleka endlini ngithi mangiyicinga kubesekucwele amanzi endlini ngilokho ngiyicinga kuwo amanzi but ngingayitholi kusuka lapho sekuhlatshwe imbuzi basiphakela inyama yangaphakathi nomuntu wami sisadla ivele ingane ngiyiphakele nayo

    Reply
  8. Ngiphuphe ngineswana oluncane lomfana ,ube engakhali uma eqeda kuzwala bekumele bazame ukumkhalisa

    Reply
  9. Ninjani kusho ukuthini ma ngiphuphe ngine ngane ezelwe today bayithathe bangayijikisi ungane wami nomyeni wami bahambe nayo ngisale ngiyidinga then kuze umngane eyedwa kimi ngikhale ngikhalela ingani Yami ngisithi ningayithatha kanjani ingane kumama ina1 day kusho vele nifuna ukungihlukumeza umngane yena engenandaba ebukeka eluhlaza nje ngama actions

    Reply
  10. Sanibona sacele ukubuza ukuthi uma uphuphe ikhehla elidala ligqoke I jazi lesonto likutshela ukuthi ukhulelwe kodwa ingane ifihlekile emva kwalokho uqale uzwe izinhlungu esinyeni engathi usesikhathini kuchaza ukuthini.

    Reply
  11. Kusho ukuthini uma uphupha ingane yakho isishonile Kodwa iyaphila ino 5yrs ekubeni ubuyiphuthumisa esbhedlela yashonela ezandleni zakho usadinga usizo ngiyabonga

    Reply
  12. Thokozani ngicela uku uza ngabe kusho I ukuphupha ingane ededwa kuzalwa ngumuntu ebengithandana naye kuthiwa ngeyami
    Kodwa yena ese bikile omunye umndeni yamukelwa

    Reply
  13. Sawubona ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha umuntu othandana naye encelisa ingane?

    Reply
  14. Thokoza ukuphupha nijahwa amaphara umngani adlwengulwe etete ingane yakho Uma usuyithatha inamaphepha emlonyeni ishayeke ekhanda

    Reply
  15. Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uphethe ingane encane engathi abafowenu abakade bashona bayajabula bayikhunge ingane bakunike imali khona lapho ingane ikukakele

    Reply
  16. Kushoni ukuphupha ingane igvolile ebsweni bethi ishonile sebeyifake nasebhokisi,ivele iphaphame ngisambe ibhokisi

    Reply
  17. Kusho ukuthini ukuphupha ulahlekelwe ingane yomfan unogogo wakho ongasekho nisendaweni engathi isemalibeni

    Reply
  18. Kungabe kuchaza ukuthini uma uphupha uncelisa umntwana omncane osanda kuzalwa kodwa futhi usakhulelwe omunye umntwana?

    Reply
  19. Uma uphupha unengane encane iphinde ubone umntu owawuthandana naye before litsho ukuthini

    Reply
  20. Kusho ukuthini ukuphupha izingane ezincane engathi zikhubazekile futhi zigcwele amfinyila, zithi ziyangibamba ngenkani ngingafuni ngisaba

    Reply
  21. kusho ukuthini uma u cimeza uth uyalala kuvele kube ngathi ubona izingane ezincane ezigcwele udaka

    Reply
  22. Ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha I ex yakho nihambise ingane encane eClinic kungathi eyenu….iphethwe yiyo

    Reply
  23. Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uswane ingane encane yomfana ikhala ngihalela ukuyithatha ngiyeteketise kodwa ngayixosha ngesaba ukuthi kusho okubi

    Reply
  24. Ngiphuphe ingane encane ka bhuti wam isanenyanga ezimalwa,sengath kuthiwa ishonile kuze kutshelwe nabantu , jikijiki mangith ngiyo cleaner mina kuleyondlu ya bhuti enomzimba wengane embhedeni, mangimbula ingubo kube sengath ivula amehlo ingane, ngilibele ngimile eduze kwayo ngiyimbula until ize ivuke, mangith ngyayishiya ikhale ingibambe isihleli ngezinqa, ngiyithathe ngiphume nayo phandle ngihlangane no sisi ngith ngimnika yona athi angyoybeka endlini, ngidlule ngiyise endlin yamama ngifike ngiyvezele umama ngimnnike yona aythathe ayigone liphele lapho iphupho, cela ukubuza lichaza ukuthini

    Reply
  25. Kuthetha uthini uphupha umtana omcinci besele kukho nomfana endandithandana naye besele kubakho umtu ongumama okwi labour pain ndiye ndabiza abantu katiwa makuze i salt ne yeast

    Reply
  26. Ngicela ukubuza kuchazan ukuphupha umuntu ozwana naye ekunika ingan esencan kungathi eyethu lengane

    Reply
  27. Ngicela ukubuza kuchaza ukuthi ukuphupha ingane oyizalayo ibishe odakeni olumunyama ngomuzimba yonke ize ivele ngezinwele?

    Reply
  28. Ngicela ukbuza kusho ukthini ukuphupha ukuthi umithisile n the following day uphuphe usuphethe ingane encane engath uyayidlalisa uyijila phezulu

    Reply
  29. Ngicela ukubuza ngiphuphe ingane yami igijima yashawa yimoto futhi yaze yahamba phezu kwakhe… Wathula, kusho ukuthini?

    Reply
  30. Cela kbuza kusho ukuthini ukuphupha ingane idukile.. I gcine ihamba iya eskoleni yangabuya??

    Reply
  31. Sanibonani ngabe kusho ukuthini ukufunwa ingane yomfana encane ikubize ngisho ungekho ize ikukhombe ithi nangu bani kodw wena awukho lapho ingane ephilayo ngabe kuchazani lokho ngoba okwesi4 kuthiwa ngifuna ingane mind you ingane ephilayo

    Reply

Leave a Reply