Uma uphupha ukuthi usemngcwabeni wesihlobo kusho ukuthi kungenzeka ukuthi kukhona umuntu emndenini wakho odinga usizo. Kodwa wena uzoba nempilo ende.
Uma uphupha ukuthi usemngcwabeni wesihlobo kusho ukuthi kungenzeka ukuthi kukhona umuntu emndenini wakho odinga usizo. Kodwa wena uzoba nempilo ende.
Ngicela ukubuza, kusho ukuthini ukuphupha kulungiselwa umncwabo ka gogo sowashona, kodwa makufika ibhokisi ngaphambi kwelanga lomncwabo balifaka kamakhelwane lebhokisi. Umbala walebhokisi bowu pink.
sacela ukubuza kuqondeni ukuphupha uthola isipho emgcwabeni?
Kusho ukuthini ukuphupha kini nilungisela umungcwabo wa mam mncane ovele kade washona,
Sawubona, nansi incazelo esinayo
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/?highlight=amaphupho%20ngabantu%20abangasekho
Sawubona
Cela ukubuza ukuth kuchaza ukuthini ngiphuphe kuwumngcwabo wakhokho wami ongasekho kodwa abantu ebekade bebancane
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Sawubona
Kuqonde ukuthini ukuphupha uBaba wakho osashona kudala kube engathi umgcwabo wakhe.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngobaba
Kusho uku thini ukuphuph umgcwabo ka sisi wakho kodwa kuvela engathi akancatshelw endaweni oyaziyo
Ngeshwa asinalo ulwazi ngokufihla endaweni ongayazi
Sanibonani
Ngiphupha kushone umamncan wami kodwa naku uyongcwabiwa nd ngapha mina ngisele ekhaya ngibathe ngikhanyisa ikhandlela elimhlophe neli yellow awakhanyi neze alokhu ayacima kulelo phupho kukhona ugogo(mamakhe) osowa shona uzo attender umngcwabo wa mamncani
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhandlela
Sawbona… Ngcela ungbonisa lah Kusho ukthini ukuphupha usemgcwabeni wakho?
Sanibona ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ubaba wakho osewashona kube ngath ima eshonile ND ngyakhala Mina kunamacurtain a abengiphe wona engath ngith Mina aw Shuthi ubaba besevalelisa Kimi ND uma ngiphaphama ngiyakhala ngampela
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Kusho ukuthini Ukuphupha umngcwabo kasisi wakho
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokufa
Ngiphuphe kungumngcwabo kamama wami, engathi yimina okumele ngengamele izinhlelo zomngcwabo. Umama wami lona kudaaala ashona in real life. Washona 2010. Kungaba lichazani?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomama
Hhay bandla angiqondile okubi kodwa izincazelo zenu zithanda ukuphambuka, lomuntu uphume umawakhe engcwatshwa hhayi ekhuluma naye.
Nami ngiphuphe iphupho elifanayo, nowami umama akasekho futhi. Ngakho-ke bengilindele impendulo egculisayo.
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Kusho ukuthini ukuphupha ubaba ongasekho kuwumncwabo wakhe
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Kukuthini ukuphupha umngcwabo womntu esele wangcwatywa?
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Sanbona, ukuphupha uyolanda ichibi kumunt obusisa amanzi, ngabe kuchaza ukthini?
Cofa lapha ukuthola impendulo Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
thank you so much for this astonishing website me and my sept best-loved this self-complacent and perceptivity
Sawubona
Ingabe kusho ukuthini ukuphuma umawami ongasekho simncwaba futhi
Cofa lapha ukuthola ulwazi Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Sanibona ngicela ukubuza kuchazani uma uphupha umama okuzalayo ekulwisa ephuseni?
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngokulwa
Ngiphupha ugogo ngimnika inyama yokosa yena edla umkhwepha wenkukhu
Thembi
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngenyama
Sanibona.
Engane kuchazani uma ngihamba nomama ongizalayo emotweni kushayela yena, bese kube engathi ungikhombela intombi eceleni komgwaqo ngidilike, kusenjalo kube engathi ngibona abafana ababili bangakithi engibaziyo.
Umama angitshele ukuthi ngimubhekele indawo yakhe phambili kodwa engilandela ngemoto
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngemoto
Kuchaza ukuthi ukuphupha umncwabo womuntu osewashona
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni