Uma uphupha ubona umamezala wakho kuyibhadi. Uma ekuthethisa kusho ukuthi awuzukuba nenjabulo futhi uma ekuphethe kahle kusho ukuthi uzodumala maduzane.
▪️Amaphupho ngomama.
Uma uphupha ubona umamezala wakho kuyibhadi. Uma ekuthethisa kusho ukuthi awuzukuba nenjabulo futhi uma ekuphethe kahle kusho ukuthi uzodumala maduzane.
▪️Amaphupho ngomama.
Ukuphupha ugqoke wahlonipha waze wabeka iskhafu emahlombe kuthiwa uyobonwa kubo kwesoka lakho bese kuqhamuka ugogo akuqabule athi uyakuthanda kusho ukuthini?
Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha umama wendoda yakho usadlula emhlabeni ngimazela ezethombeni kule phupho sasisendlini Kubo endlini yendodana ykhe eyayakhiwa isiqediwe SI cleaner naye ifike indodana ibuya emsebenzini ishiye iskwama bese iyaphuma mase ethi kumina ukuba umenzeni njengoba eshiya iskwama ahambe ephupheni sasixabene nomlisa
Ngiyabingelela
What does it mean ukuphupha umamazala wakho ekukwatele akubuka kabi futhi engakukhulumisi?
Ngiyabonga ❤️
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemizwa
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu osewashona elobola
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha bebulala inkomo besebengifaka esiswini senkomo ebrown kodwa nganqaba
Cofa lapha ukuthola impendulo Izinhlobo zezinkomo
Ukuphushwa umamezala wakho egula umakoti emuphekela umdoko
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokugula
Kusho ukuthini ukuphupha ufulathele umamezala bese ekunikeza iyicathulo zakhe
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezicathulo (izihlangu)
Which means akakudingi mamezala ngoba ekufulathele nezicathulo ziwuphawu lokuhamba ngamanye amazing ebekuxosha
ukuphupha umamezala ekujabulela ekuhaga kodwa awumazi, kaze umbone
Kusho kuthini kuphupha umamezala ezobona ingane yendodana yakhe uma efika angtshele ngomnakwethu athi uthando lwendodana yakhe nomnakwethu luzophela lwamaphepha
Kusho ukuthini ukuphupha umamezala ekushaya ngoswazi olude oluncane
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokushaya
Thokozani kusho ukuthini ukuphupha umamezala ehleli nezinja ezimbili endlini?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenja
Uma uphupha mamezala wena engathi awugqokile athibahamba uyogqoka kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokubanqunu
Kusho ukuthini ukuphupha umamezala ngathi bazo Lobola bese wKhipha imbuzi athi yiaipho
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngembuzi
Ukuphupha umamezala ekunika Mali emhlophe
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemali ewuhlweza yethusi
Ngicela ukubuza uma uphupha mamezala niclina naye indlu kusho ukuthini
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokuhlanza/
Ukuphupha umamezala wakho ekubingelela
Lokhu kungasho injabulo noma ukujabha, nalu olunye ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngomndeni-nezihlobo/
Kusho ukuthini ukuphupha mamezala wakho engathi kunomuntu omudonsa ngewindi simbambe thina ngalana asehlule ngamandla aphume kusale ngalo yakhe siyibambile
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngezingalo/