35 thoughts on “Amaphupho ngembuzi”

  1. Kuchaza ukuthini ukuphupha njalo intezitsha zihamba nga 2

    – ukuphupha izimbuzi uzivulela ebsuku kodwa kunu light elikhanyisile

    Reply
  2. ukuphupha kuncwatshwa isithandwa sakho kepha emva kwemizuzwana bekakhona ngimlandela ngemuva ngimbuza ngokushona kwakho kepha bengangibheki bekashalaza

    Reply
  3. Ngyabingelela ngicela ukubuza ukuphupha amakhanda embuzi amnyama kusho ukuthini amathathu

    Reply
  4. Ngiphuphe ngihujwa inkomo ebomvu ngat ibrown enganazipondo ngat nghamba nengane yami ngibaleke ngigibele intaba ngibe phezulu kuyo ijikele phezulu lenkomo ngthathe ngane yami ngiyiphose kuleliwa mayfika phansi shitshe ngane ibe imbuzi emhlophe khona lapho mangit ngiyaybuka ingane siwumlungu igqoke plastic elicwebezelayo imile liyimboze yonke ndawo leliplastic kodwa iyavela kut yiyo kuleliplastic

    Reply
  5. Kushoni ukuphupha imbuzi enombala omhlophe noyi brown kanye nomdlwane oyi brown omuhle nezinja ezimbili eyi brown nemnyama ziilele egcekeni lomuzi
    wami imbuzi ime lapho okulele khona lezo zinja nalowo mdlwane ?

    Reply
  6. Sanibonani. Kusho ukuthini ukuphupha ujahwa abelungu bese ufikela endlini endala esiyawa, kuphume imbuzi emhlophe emithi kuleyondlu

    Reply
  7. Ukuphupha ubona imbuzi ezimhlophe zidla eyione beyibambile bethi bayahlanganisa lezinye ukuze ijwayele ezinye… Kodwa ibiya la ukuhamba kodwa icine ifikile kwezinye

    Reply
  8. kusho ukuthini ukuphupha kuhlatshwa imbuzi emhlophe kunabantu namathwasa nezangoma kanti nami ngilithwaswa

    Reply
    • Uma ungakongqwambi yimbuzi yakho yomngwambo leyo, amaphupho ubovama ukuwaxoxa nogobela wakho

      Reply
  9. Kusho ukuthini ukuphapha uyothenga ingubo ezintsha zolugqoka, kusanjalo usuzwa imbuzi ikhala kodwa ungayiboni kuthi ikhala kuphi ilokhu ikhalile ngize ngaphaphama.

    Reply
    • Uma uphupha ubona imbuzi kusho ukuthi uzoba nenhlanhla uma imbuzi imhlophe kodwa ishwa uma imnyama.

      Reply

Leave a Reply