Leli yiphupho elithokozisayo kakhulu kubantu bonke uma sibheka lokho elisuke likubikezela. Liyibika lokushintsha kwempilo ngendlela engcono kunaleyo umuntu asuke ekuyo. Kafushane nje singasho sithi libikezela inqubekela phambili, inhlanhla, izibusiso noma impumelelo.
- Nansi enye incazelo lapho umuntu ephupha ngokuthenga.
Kuchaza ukuthini ukuphupha uthengelwe izinto zokugeza
Cela kubuza kusho kuthi ukuphupha uthenge izingubo zokulala ezitsha
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuthenga
Kushobukuthinibukuphupha impahla zomuntu othandana naye zikanye zazami kodwa yena engekho umnikazi wazo, ngamlinda lutho ukubuya ngaze ngadikil ngahamba
Ngicela ukubuza ngiphuphe baba wami ongasekho enginika izingubo ezitsha engathi ungithengelile ngingasabongi kanje ngize ngimthakazela
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Ngicela ukubuza ngabe kuchazani ukuphupha uphisana ngezimpahla zokugqoka ezindala?
Leli phupho lingasho ukusuka kwebhadi. Cofa lapha ukuthola ulwazi olwengeziwe https://iafrika.org/amaphupho-ebhadi/
Gcela ukubuza umauphupha u khanyise istove sibomvu ubeke ibhodo lamanzi.abila ananzi
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngomlilo/