Ukuphupha uthenga izingubo ezintsha

Leli yiphupho elithokozisayo kakhulu kubantu bonke uma sibheka lokho elisuke likubikezela. Liyibika lokushintsha kwempilo ngendlela engcono kunaleyo umuntu asuke ekuyo. Kafushane nje singasho sithi libikezela inqubekela phambili, inhlanhla, izibusiso noma impumelelo. Nansi enye incazelo lapho umuntu ephupha ngokuthenga. iAfrika