Asho ukuthini amaphupho ngomndeni noma izihlobo? Lokhu kuhlanganisa izingane ezincane, abafowenu noma odadewenu, abantwana, abazali, omamezala noma obabezala, omkhulu noma ogogo kanye namakhosikazi/abayeni.
[wp_show_posts id=”12884″]
Asho ukuthini amaphupho ngomndeni noma izihlobo? Lokhu kuhlanganisa izingane ezincane, abafowenu noma odadewenu, abantwana, abazali, omamezala noma obabezala, omkhulu noma ogogo kanye namakhosikazi/abayeni.
[wp_show_posts id=”12884″]
Ngicela ukubuza, kuchaza ukuthini ukuphupha umndeni wasekhaya komama uhlangene?
Sawubona,sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngokuhlangana-komndeni/
Kuphupha sihlangene labafowethu lesoka lami
Sicela ungene kule linki: https://iafrika.org/tag/uthando/
Kusho ukuthini ukuphupha umndeni wakho kukhona no gogo owasishiya emhlabeni ephuphweni uhlaselwa ecekeni kuqhume izibhamu mase kuba khona odubulekayo phakathi endlini
Nawo ama-athikili esinawo ngalokhu:
Amaphupho ngomuntu ongasekho
Ukuphupha udutshulwa
Thokozani bogogo nomkhulu,ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ugogo owase side (ni) lakababa but ongasiye umakababa wami…engibuza ukuthi ngingenzenjani if ngingathola ukuthi wayezama ukungibulala ngisamncane?umbuzo angibuze wona ephusheni, ngicela ningichazela…Thokoza
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhehla noma isalukazi
kusho ukuthini ukuphupha umamezala engilethela izimpahla zosani ethi ngikhulelwe ngina 3 mnths umntwana wentombazane, sometimes ngiphupha wonke umdeni wakwa boyfriend ungivakashele bephethe ingane
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomamezala
Ngiphuphe ngisendlini ye rdp e grey kunogobela nama thwasa kugcwele, amathwasa agundana izinwele ngaphandle, ugobela nomdeni wakhe bayenza I photoshoot ngaphakathi endlini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngendlu nekhaya
Ngiphuphe ngisemathuneni ngipheka I mashed potato kunabangani bami ekudala ngingasababoni.
Ngaphinde ngaphupha ngikhabo mama ( ka gogo no mkhulu ebashona ngiseyingane) ngineke izingubo zokulala ocingweni zinethwa imvula efathaza kakhudlwana, besihleli siwundeni.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokupheka, ukudla nokuphuza
Thokozani bo gogo no mkhulu…cela ukubuza kuchazani ngiphuphe usisi wami ose washona ngimbona eme ekhoneni mangithi ngizama ukumbamba wanyamalala.
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni