Uma uphupha ugqoke izicathulo, uma zizintsha futhi zicwebezela kusho ukuthi uzophumelela, kodwa uma zindala kusho ukuthi uzoba nezinkinga. Enye incazelo yokuphupha ngezihlangu kumbe izicathulo ngeyokuthi kuyibika lokuthi esikhathini esingeside kunohambo oluzovela okumele uluthathe. Uma izicathulo zikumpintsha usuzigqokile lolo hambo lusuke luzoba nenkinga oluzoziletha kuwena, kungaba ukuphuka komoya ngozokuzwa, yingxabano ezoba khona nabanye abantu kulolo hambo noma okunye. Kepha okubalulekile ukuthi kumele wazi ukuthi lezo zinkinga kusuke kuzoba izinto ezidlulayo futhi uzokwazi ukumelana nazo.
Kushoni ukuphupha uhamba nomama wakho elinganisa izicathulo eziphilile nezihlephukile
Cofa lapha ukuthola impendulo: Amaphupho ngomama
Kuchaza ukuthini ukuphupha unxibe izihlangu ezidabukileyo?
Nalu ulwazi esinalo ngalkhu:https://iafrika.org/amaphupho-ngezingubo/
Kusho ukuthin ukuphipha ulama wakho ezithengela izicathulo ezingalingani esinye sincane esinye sikhulu
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuthenga/
Kusho ukuthini ukuphupha uwasha izicathulo??
Chazani phupha uchoke mateki ladzabukile embili
If uphupha ungenazo izicathulo kumele ube nohambo ubone umuzi ungene uboleke izicathulo bakunike ezindala engathi ezomuntu wesilisa
Cofa lapha ukuthola olunye ulwazi Amaphupho ngokuhamba ngezinyawo
Kuchazani ukuphupha unika ingane izicathulo zakho ngathi zimanzi uthi ayizomisa ngaphesheya komfula uyabuya ingane uyifake phakathi kwi butternut elikhulu azisakhipheki
Ngiyabingelela ngicela ukubuza engabe kuchazani ukuphupha uphiwa izicathulo zeskole
Ngicela kubuza ukuthi uma uziphupha ziningi izichathulo zindawonye lokho kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezingubo
Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha uwasha izicathulo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuwasha izingubo
Ndicela ucacuselwa xa uphupha uthengi mpahla kuthetha ukuthini
Cofa lapha ukuthola olunye ulwazi Amaphupho ngokuthenga izingubo ezintsha
Sanbona bengsacel ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha uthengelwe izipho khona ngosuku lwakho lokuzalwa kodwa lomuntu okuthengelile agcine engakunikanga wena ezandleni azibeke ekhaya kini yena futhi loyo muntu ukuphe imali engamaphepha
Sanibona ngabe kuchazani ngiphuphe ubaba wengane yami ephethe izicathulo zabesifazane amapary aw2 nzikhwama okufanayo kupink kurastile ethi uzokulungisa akudayise
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha uthenga izingubo ezintsha
Ngicela ukubuza.ngiyaxolisa.ukungena.kucomment.yakho.uma uphuoha ulahlekelwa.impahla yakho.yokugqoka.emsebenzini..kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokulahlekelwa yizingubo
Ngiphuphe ngigqoke amaqoks ngihamba nendoda yami then masifika estoro ngazikhuluma ngahamba ngezinyawo yena wawagqoka lama qoks kodwa ebehleli phansi sidla ama Ice sobabili
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngengubo yokugqoka yabesifazane
Sawbona, kusho ukuthini ukbona ingane yakho ithathwa imfene ibaleke nayo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemfene
Kuchazani ukuphupha usiya eskoleni ungagqokanga zicathulo, or ugqoke isicathulo esinye
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngesikole
Fanele uyothwasa
Kutshoni ukuphupha izicathulo ezinengi, lapho bengikhetha engizifunayo, ngaze ngathetha ezicream white kodwa ngagcina ngingakazigqoki ingathi ngisadidekile ngisafuna ukubheka ezinye
Ukuphupha umuntu ongasekho aphethe izicathulo ezimhlophe engathi bekade aziwasha somile
Cofa lapha ukuthola impendulo: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Ngiphuphe udadethu egqoke iuniform yesikole but egqoke ezam izicathulo nokungezona ezeskole, kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola incazelo Ukuphupha ugqoke umfaniswano
Ukuphupha izichathula ezingafani
Uma uphupha ugqoke izicathulo, uma zizintsha futhi zicwebezela kusho ukuthi uzophumelela, kodwa uma zindala kusho ukuthi uzoba nezinkinga. Enye incazelo yokuphupha ngezihlangu kumbe izicathulo ngeyokuthi kuyibika lokuthi esikhathini esingeside kunohambo oluzovela okumele uluthathe.
Kuchazani ukuphupha izicathulo ezingafani
Uma izicathulo zikumpintsha usuzigqokile lolo hambo lusuke luzoba nenkinga oluzoziletha kuwena, kungaba ukuphuka komoya ngozokuzwa, yingxabano ezoba khona nabanye abantu kulolo hambo noma okunye. Kepha okubalulekile ukuthi kumele wazi ukuthi lezo zinkinga kusuke kuzoba izinto ezidlulayo futhi uzokwazi ukumelana nazo.
Kuchazani ukuphupha umuntu ekupha amateku amasha
Uma uphupha ugqoke izicathulo, uma zizintsha futhi zicwebezela kusho ukuthi uzophumelela, kodwa uma zindala kusho ukuthi uzoba nezinkinga.
Uma uphupha uyogibela uhamba ngezinyawo ungazigqokile izicathulo kodwa uzifake esikhwameni kona kubikani?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokugibela/
Ukuphupha umuntu egcoke izicathulo esiphakeme (high heels )
Uma uphupha ugqoke izicathulo, uma zizintsha futhi zicwebezela kusho ukuthi uzophumelela, kodwa uma zindala kusho ukuthi uzoba nezinkinga.
Kungabe kuchazani ukuphupha uhamba ne ex yakho esashona ifake izicathulo ezintsha lenhlobo ende ngaphambili kodwa ikhala ngokuthi ziyamumpitsha emakhoneni azo but sihamba nje ibekezela
Sanibonani kusho ukuthini kuphupha ugcoke isichathulo esidabukile…
Enye incazelo yokuphupha ngezihlangu kumbe izicathulo ngeyokuthi kuyibika lokuthi esikhathini esingeside kunohambo oluzovela okumele uluthathe.
Ngiphuphe umama efake izicathulo ezintsha kodwa zihluke ngemibala umama yena usandlula
Uma uphupha ugqoke izicathulo, uma zizintsha futhi zicwebezela kusho ukuthi uzophumelela, kodwa uma zindala kusho ukuthi uzoba nezinkinga.
sanibonani ngicela ukubuza ukt kuchaza ukuthini ukuphupha ulahlekel amateku okade uwagqokil naw udakiwe
Kusho ukuthi ukuphupha unikezwa iscathulo esisodwa esisha
Kukhona okungahlmpi kahle empumelelweni yakho okumele ukulungise
Kusho ukuthini ukuphupha izicathulo eziningi ezindala?
Kuchazani ukuphupha uthenge isudu nezicathulo zabesilisa uzigcoke, ungowesifazane
Lapho uphupha ngokuthenga: https://iafrika.org/amaphupho-okuphonswa/
Kusho ukuthini ukuphupha isitha sakho sizokukhombisa izicathulo ezintsha ziziqgokile?
Ulwazi esinalo ngokuphupha izitha zakho yilolu: https://iafrika.org/amaphupho-ngezitha/
Kuchazani ukuphupha ngesikhwama sezangoma eceleni namanzi,kube sengathi uyasithatha
Ake ubheke nansi incazelo yamaphupho athinta amanzi: https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/
Uma uphupha kuthiwa uzonikwa ezinye izicathulo
Sawubona Vusumuzi – nalu olunye ulwazi olungasisiza mayelana nezincazelo zamaphupho osikweni lwesiNtu: https://iafrika.org/mayelana-namaphupho-osikweni-lwesizulu/
Ngiphuphe ngithenga izicathulo zengane
Kusho ukuthini?
Ulwazi esinalo olusondelene nokuthenga yilapho uphupha uphuthuma ukuyothenga ngoba kunendali, okusho lokhu okulandelayo: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuthenga/
ukuphupha izihlobo zesoka lakho ongakaze uzibone nesoka lakho linezindevu lihluphekile