Uma uphupha ukuthi unengxoxo emnandi nomama wakho kusho ukuthi uzoba nenjabulo nempumelelo. Kungenzeka futhi uthole izindaba ezimnandi maduzane. Uma umama wakho eshonile ephusheni lakho kungenzeka agule maduzane. Mkhuthaze ukuthi ashintshe indlela enza ngayo.
- Amaphupho ngomamezala
- Amaphupho ngobaba
Ngiphuphe usisi wami ongilamayo engifonela ethi ufonelwa umama wethu ongasekho ethi cala umlande sefuna ukubuya lichazani
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Kusho ukuthini kukuphupha mama wami ongasekho emhlabeni eshonile kulungiselelwa ukumngcwaba
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Ngiphuphe ngathi ngivakashele kokhulu kunomgcimbi ngisajabule nginjalo omzala kamawam bathi kunezihlobo ezizayayo ezifana nam. Bekunede kungene oyedwa ngizwe ngithuthumela izinyembezi bonke bangithulise bathi ungabe usakhala sesifikile
Cofa lapha ukuthola impendulo
Ngiphuphe omama begqoke isembhatho sase weseli bengijaha nomamkhulu Wami sibabalekela kepha sihleka kungathi asifuni ukuya enkonzweni yabo sagcina sikomunye umuzi sebesificile becula leculo elithi ezulwini sobonana futhi nezinsizi seziphele nya.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesonto
1.ngiphuphe ngigibele imoto ngathi bekushayela u lindo ngacela ukushayela and I got exposed kth I can’t drive BCS imoto iye yasigudluza kabhlungu and bekungathi kuyanyukela
2.ngiphuphe ngidla nyama yangaphakathi (usu)
3.Uma sengihlile motweni bese ngibona izikole and ngathi bantu ebengihamba nabo was on school uniform Imina engingazibonanga kth bengigqokeni
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenyama
Amaphupho ngemoto
Ngiphuphe umama wami engasekho emhlabeni,ubebukeka engajabuli,keph kuthe sengimxoxela ngokuthi ngiyokwenza izincwandi zokushayela wathetha ethi Kade ayefuna ngizenze.kepha ekugcineni ngambona enjabula.
Cofa lapha ukuthola incazelo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Sanibona kuchazan ukuphupha uMama Wakho eshonile?
Nalu ulwazi esinalo ngamaphupho ngokufa: https://iafrika.org/amaphupho-okufa/
Nginephupho uMama wam osewashona ethi ngibase umlilo opha nokopha uyabuya usaya esitolo
Nansi indaba esinayo mayelana nokuphupha ngabantu abangasekho emhlabeni: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/, kanye nawomlilo: https://iafrika.org/amaphupho-ngomlilo/
Ngiphuphe umama ethenga imoto
Siyanibongela! “Wena ongaweli ngazibuko, owela ngezimpambosi zomfula!” Incazelo esinayo ethinta imoto yilena elapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/
Sawubona. Ngiphuphe umama Wami engithumela umlayezo ethi uyazibulala yena. Ngabe kusho ukuthini lokho?
Umyalezo wokufa ufika ngentombi yasolwandle: https://iafrika.org/amaphupho-ngentombi-yasolwandle/ Uma umama wakho esaphila, ungakhathazwa yileliphupho.
ndinephupha umama wam nabanye omama omnye kwabamama akasekho emhlabeni bandinike uba ndiyigcine le bandinike yona mna yimali ezinotes ezintsa
Ngiphuphe umzala wami wasekhaya komama kusengathi uwene moto elimele ekhanda engigwajisa ngesando ngaxolisa wangiyeka kasengathi siseweni angisakwazukwehla ngagcina ngehlile
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemoto