Uma uphupha ukuthi awuphilile kahle sengathi ingqondo ibuye ilahleke, lokho kusho ukuthi unenhlanhla futhi uzophila impilo ende nenothile. Uma omunye ephusheni lakho kunguye obukeka engaphilile ngokwasekhanda sengathi ulahlekelwa wumqondo, lokho kungasho ukuthi wena uzothola izindaba maduzane okungenzeka ukuthi zizokushaqisa.
Ukuphupha ujahwa uhlanya kusho ukuthini ?
Ukuphupha uleqwa ngumntu ophazamiseke ngokomqondo ?
Ukuphupha uleqwa ngumntu ophazamiseke ngokomqondo kuchaza nton ?
Ukuphupha umuntu ongaphilile kahle emqondweni ekunikeza imali ukuthi uyemthengela isibhamu sengane(Toy gun) kushoni?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesibhamu
Ngcela ukubuza kusho ukuthin ukuphupha ujahwa uhlanya
Kusho ukuthini ukuphupha usesibhedlela kodwa ungaguli ufake I drip?
Uma uphupha ngezibhedlela, bheka nansi incazelo esinayo: https://iafrika.org/amaphupho-ngezibhedlela/