Uma uphupha ukuthi kunento oyigibelayo, kusho ukuthi uzophumelela kangakanani empilweni. Uma ufika phezulu, uzofinyelela izinhloso zakho empilweni, othandweni nasemsebenzini. Uma ungafiki, noma uwa phansi, kusho ukuthi uzodumala. Uma usugibelile wafika phezulu emaphusheni akho futhi usuyehla, kusho ukuthi kuzoba noshintsho oluhle empilweni yakho maduzane.
Uma uphupha ukuthi ugibele ihhashi kusho ukuthi uzobhekana nosizi nokudumala empilweni yakho ikakhulukazi uma ungasebenzisi isihlalo sehhashi.
- Amaphupho ngemoto.
Sawbona ngsacel ukbuza kusho ukuthin ukuphuphaa ubona itraffic.
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/
ngicela ukubuza uma uphupha udriver monto emhlophe uyigijimisa uhamba wedwa kuchazani?
Ngphipha ngigibele imotngphuphe ngbamba ofishi abaningi abamhlophe kwaze kwasha namanzi ngaqhubeka ngababutha kwalamula ukut ngze ngiswele into yokubafaka ngabe lichazan leli phupho plz
Kusho ukuthini ukuphupha amatekisi ekudlula engakumeli
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngetekisi
kusho ukuthini ,ukuphupha ukhishwa isisu
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha indle noma indlu yangasese
sanbona kusho ukuthini ukuphupha nibolekwe imoto uthisha wakudala ,no mmgani wakho kukhona ingane ngemuva wakho bese sekushayela mina iginqike bese umngani alimame kakhulu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemoto
Ngiphuphe ngigibela isitimela nabantu abasebenza eGautrain ngigibele ibusiness class. Bonke labantu bagqoke amaTshirt ayiNavy blue anamabala amhlophe athi” business class”
Nali ulwazi esinalo, https://iafrika.org/amaphupho-ngesitimela/
Ngibingelele.. ngiphuphe banginikeza imali ebebangi koloda yona umuntu wesifazane, kwase kwengca is’khathi ngabona izintwane zami lezi ezincane zombili zibolile, ngase ngizama kuzigeza emvakwalapho ngaphaphama
Cofa lapha ukuthola impendulo Isho ukuthini imali emaphusheni akho?
Nginokuphupha ngibele ilift kulezinsuku
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemoto
Kukhona ongiphuphe ngishonile
Cofa lapha ukuthola impelo ngephupho lakho https://iafrika.org/amaphupho-ngokufa/
Ngiphuphe ngigibela ibhasi, imvula linetha ngamandla
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngebhasi/
https://iafrika.org/amaphupho-ngemvula/
Kunomuntu ongiphupha sibhukuda naye emanzini amahle acwebile ,saze sayophumela ngaphesheya ,waphinda saphinda sangena kwamanye amanzi amahle futh acwebile ahlanzekile sabhukuda khona
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokubhukuda/
Ngibingelele , Mina ngiphuphe ngihamba endlelen Uma ngifika lomunye umgwaqo ngahlangana namanzi Kodwa ahlanzekile engivimbile ngingakwazi ukudlula ngase ngama ngisath ngiyafona khona ngizolandwa imoto ingidlulise kulamanzi.
Ukuphuha amanzi kungasho izinto eziningi, cofa lapha ukuthola ulwazi olwengeziwe https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/
kunomuntu ongiphuphele ngisemotweni emhlophe ngihamba ne ex yam kuyiyona eshayelayo. kusho ukuthini lokho?
Thandeka
Sanibonani, ngphuphe ngiyolanda imoto kumuntu ebengimganile, ngabuya nemhlophe ngiyishayela mina kanti eyakhe ayimhlophe kodwa njalo futhi. Ngaphinde ngabona enkonzweni omama basenkonzweni behla emotini emhlophe nabo futhi.
Nanti esinayo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/
Ngiphuphe bengidrivela imoto isuka phansi yaze uyafika esicongweni Santana nami ngakhuphuka
Mina ngiphuphe ngisemotweni kune traffic ngathi sesifuna kuyiphi phakathi ngenye indlala imoto lapho kuy e hlela ngithi mina ngeke kuvinjwe ngezingodo kodwa ngathi zazigengcwe esihlahleni sezoma Ai sifike mesiphuma enye imoto isikhwele phezu kwenye la khona nezipakile
Ndlondlo
Mina ngiyisangoma kodwa leliphupho liyangidida kakhulu, ngiphupha engathi ngiye Emgidini kulomgidi kukhona nomama ugobela wami kugidwe kuse ekuseni masekusile besekufanele sihambe bese umama walakade sizogida khona athi mina nogobela wami sizohamba ngemoto eyodwa kodwa imoto ayikafiki besemina ngiphuma ngiyoqhubeka nalokhu ebengikwenza emnyango masengibuya emnyango ngifike ugobela wami usethathe isikhwama sami esinemvunulo yezangoma wahamba naso washiya esakhe esingenalutho phakathi, please ngisizeni liyangikhathaza leliphupho.
Eish eish eish…You need help…isikhwama sakho sobunyanga asikho…Abantu abadala bayakuqwashisa ukuthi loGobela wakho ayikho into ayenzile…khona la engafikanga khona…iDlozi lakho lifuna ikhwama zalo.
Ugobela wakho khna la owakuphambanisela khna intozakho bayakutshela
Qaphela Makhosi sengathi kukhona ofuna ukuthwebula idlozi lakho futhi umuntu omethembayo mhlawumbe uyena lona omuphuphayo bakhona ogobela abakwenzayo lokho ngenxa yomona. Makhosi!!
Emakhosini
ngicela ukubuza ukuthi kuyini ukuphupha leliphupho ngiphupha ngilele embhedeni wami ondlalwe ngamashidi amhlophe kodwa laphezu kombhede emakhoneni ombhede kunezinyoka ezimbili ezilele khona enye ikwelinye ikhona zombili zilele emakhoneni ahlukene kodwa ngasezinyaweni zami besekuba ngathi ngiyavuka nazo zivuse amakhanda azo ngehle embhedeni ngasuka eduze kombhede zaqhubeka zalalisa amakhanda azo
Ngiphuphe ngiwela umfula ohambayo
Mina nginenkinga yokuphupha ngihamba ngemoto kodwa ngigcina ngingafiki langiyakhona naleyomoto ngisuke ngigijima ngayo?
Enter your comment here.salibonani sekukabili ngiphupha ngigeza
ngomuntu umzimba
Ngiphuphe umama osashona evuka ethuneni lakhe ebiza igama likamama wakhe
Ndiphuphe umama wam evule iintente ezimbi e spare bedroom