Amakhanda Amalobolo Amaphunga Imali Imicimbi Imicimbi yesintu Imifino Imililo Imishado Inyama Izaga Izikhathi Izilwane Izimbali Izinambuzane Izindawo Izinganekwane Izingubo Izinhlanzi Izinja Izinkomo Izinyoka Izinyoni Ukudla Ukufa Ukugula Ukuhamba Ukukhubazeka Ukuzwa Umshado

Sesha

Amaphupho ngokubhukuda

Uma uphupha ukuthi uyabhukuda kuwuphawu oluhle uma ikhanda lakho lingaphezulu kwamanzi – ikakhulukazi emsebenzini nasebudlelwaneni bakho nabanye. Uma amanzi ehlanzekile ecwebile kuhle kakhulu. Uma ubhukuda phansi kwamanzi kusho ukuthi kunezinkinga ezizayo kuwe ikakhulukazi uma amanzi efiphele.

 

 

6 thoughts on “Amaphupho ngokubhukuda”

  1. Ngcl ningipha incazelo
    Ngiphuphe ngath nginabant basekhaya siyahamb eziziben ngath bekukhithik balibe be ngena min ngangen eziziben bese sifika laph kuyimpophom khon kdw manzi encolile ath umkhul wam ngek bangen mina nginganenil ngabacelela inhlahla baomuka mangisath ngiyathandaz ngigqok uzimpahl zomsebenzi ngisath ngihamb amanz ngibuk ngenhla kwe mpophom ngibone ingan yomfana elel manzin acwebile izigoqile ayimbeth ifakwe ipumper kuphela bese ngiyoyithath ngath ngiyatheth ngith bangilethel ijazi ngiyimbethise mangikhumul pumpers alina lth ngihamb nay ngith ngiyathandaz kuqhamuk ukhokh wam ath isiph sami lesi uyangipha ngisiphathe kahle ngiqhubeke ngithandaz bengith ngibheka emuva ngobon lomunt engithandan naye athi ulinde min nonana asiz sihamben mase ngifik kuye sith siyahamb kuqhamuke ukhokh fty athi ngitshel umama kth akenze lokh okumele akwenz ufun kusivulela izinhlahl zeth usekhathel kuzigcina manj sezigcin kwanel bese athi kim nolomunt engithandan naye simphathe kahle unana uyaithanda
    Ngiyabonga

    Reply
  2. Ngicela ukubuza uma uphupha ubhukuda emfuleni ogelezayo onamanzi amaningi obukade unezikhukhula kodwa ngibhukuda ngenyuka ngiphambana namanzi

    Reply
  3. Thokoza gogo ngithanda ukuphupha ngindiza emafini kodwa engiweli phansi ingabe lichazani leliphupho

    Reply

Leave a Reply

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.