16 thoughts on “Amaphupho ngebhasi”

  1. Ngicela usizo, ngiphuphe ngiwina u 900 hundred thousand kodwa banginika uR500 kphela kuthiwa angiwinanga njengoba umshini usho

    Reply
  2. Ngiphuphe ngilinde ibhasi nocc wami…salilinda iskhathi eside. Edlula amanye sibuza leli esilifunayo kuthiwa alikho. Kuthe sisalindile…kwaqhamuka omunye umama owangasekhaya…wangithatha ngayoma naye kwesinye istobhi…ngamshiya ucc wami. Masimi nalomama liqhamuke elincane nje sigibele..phakathi kukhona umntwana engimaziyo kodwa engingajwayelene naye angazi ke ngazibona sengenzelwa nguye ukudla kodwa engingakhumbuli ngokudla

    Reply
  3. Cela usizo la. Ibonene ekhaya. Mina ngiphuphe kuthiwa siya egoli, kodwa abantu engihamba nabo noma angithi ibus lingishiye, ngithi ngyalijaha lutho livele lihambe. Kuthe isikhashana kuqhamuke elinye ngilijahe linyuka liyaphezulu, ngilithole, ngigibele

    Reply
  4. Ngiphuphe ngigibele iBus elishayelwa iEx yami, kwagibela noMawakhe. Safika eTown ngehlika mina eBusini, eTown kugcwele abantu emgaqweni ngahlangana noMawami osaphila engitshela ukuthi iEx kade ingilindile, ngihambe ngithi ngibuyela kuyona iBus ngibe ngikhipha iPhone esikhwameni, ngibone amaMissed calls aphume kyena, mangiphakamisa ikhanda, iBus ivele ingishiye ihambe.

    Reply
  5. Ngiphuphe ngibela phakathi kwebhasi ngihlangana no MaBishop wam ehlezi nabanye abantu kumnandi sibingelelane, and then ngemuva kuhlezi abangani bam engakhula nabo kumnandi nje wonke umuntu ejabululile, ingathi kuhanjwa nge trip. Lisho ukuthini??

    Reply
  6. Ngiphuphe nginentombi enhle ebiwu thisha ngiyikhetha kwezinye eskolweni lapho beyisebenzela khona macede siyahamba noyo

    Reply
  7. Ngiphuphe ngikha kotapheya (avocado)leliphupha libuya liphindelela ngiwukha nje esihlahleni usuke uthelile umkhulu ngangekhanda lengane okukhomba ukuthi usuke usuvuthiwe

    Reply

Leave a Reply