Ukuphupha imali – ukuphupha inkece kuya ngokuthi enjani, uma kuyinkece engamaphepha lokho kusho ishobolo, kodwa ke uma kuyimali emhlophe kusho inhlanhla.
Ukuphupha ngemali ewukheshi kusho amandla okufeza izinjongo ngenkululeko ephelele. Ungakhetha ukwenza okuthandayo. Inani lemali onayo ephusheni lisebenzisa izifundo zezinombolo ukuchaza okukhethayo noma ukuzizwa sengathi unamandla.
Ukuthenga ngemali ewukheshi kumela ukusebenzisa amandla noma amasu ukufeza izinjongo noma ukwenza izinto zenzeke ngendlela oyithandayo.
Ukuphupha ngokunikezwa imali ewukheshi kumela amathuba noma izimo ezikuvumela ukuthi ukwazi ukuzikhethela noma ube amandla obungenawo ngaphambilini.
- Kusho ukuthini ukuphupha amakhadi okukweleta?
- Amaphupho ngokuthenga.
Ngicela ukubuza kusho ukuthini uma uphupha ubala imali eningi yamaphepha kanye nesiliva
Uma kuyinkece engamaphepha lokho kusho ishobolo, kodwa ke uma kuyimali emhlophe kusho inhlanhla.
Ngzocela ukubuza kuchazani ukuphupha ubona imoto yemali uthi uyabaleka ngoba usaba ukuthi kuzofika izigebengu zibambe inkuzi bese uyalimala livele i security likunike u khiye wokuvula imali sekumele ungene ngaphakathi la izovulwa khona bese ubona imali eningi engamaphepha ufune ukuyintshontsha Koda ugcine ythathe encane
Ukuphupha imali kungasho okuningi ngempilo yakho, nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/ukuphupha-ngemali-kusho-ukuthini-ngempilo-yakho/
Ndicela ukubuza xa umane uphupha imali engamaphepha ngamanye amaxesha uyibala isesipajini okanye uyinikwa ngudadenu omalekelayo okanye isistak ininzi nditsho ke imali engamaphepha. enkosi
kusho ukuthini uma uphupha umuntu bemrobha imali yakhe okufanele benikeyona bese ngiyabona ngintshele ukuthi akahambe aye police station enze i affidavit bese ngiyamlungisela imaliyakhe
Kusho ukuthini ukuphupha umamezala wakho ingasekho ethi uzobona ingane usakhulelwe ungakateti bese ekunika imali ewucash
Lapho uphupha ngomamezala bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngomamezala/ Imali ephusheni yona ingasho lokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngemali/ Amaphupho ngokukhulelwa, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokukhulelwa/ Kulenkundla sesinengosi entsha sha! Lengosi izeka konke okumayelana nokwelapha ngokwesintu. Siqale ngesonto eledlule sakuthi phohlo ngesihloko sokuqala sokwendlalela, bheka lapha: https://iafrika.org/abelaphi-ngokuhlukana-kwabo/ Ezinsukwini ezingengaki sizokunika ulwazi olunzulu mayelana nokwelapha ukuphathwa yisisu, step by step.
Ngiqela ukubuza ukuthi umawuphupha amaphoyisa efuna ukukubopha kodwa umawubanika imali bekukhulule kusho ukuthini
Ukuphushwele u muntu ethi bone wena umi nomntu ophethe imali eningi e ngamaphepha?
Nansi incazelo esinayo ngokuphupha ngemali, ukuthi lokho kukhombani ngempilo yakho: https://iafrika.org/ukuphupha-ngemali-kusho-ukuthini-ngempilo-yakho/
Ngicela ukubuza ngiphuphe kwangathi ngifihle imali yamaphepha o200 nama20 rands ngiyifihle ngaphansi kwetshe kuqhamuke abafana abawu 6or 7 bazame ukungithathela yona oyedwa ngizame ukukhuluma Nate ngithi ngiyomunika enye imali endlini sahamba mangifika endlini ngamshaya ngamgwaza ngomese walimala wafa ngabe kusho ukuthini lokho ngiyabonga