Uma uphupha lina incazelo iya ngokuthi inamandla kangakanani futhi sekuyisikhathi esingakanani lina. Imvula ejwayelekile isho ukuthi uzothola okuthile ngokushesha – kungaba isipho. Uma kuyisivunguvungu kunezikhathi ezinzima eziza kuwe. Kuyoba nenkohliso kanye nokungajabuli empilweni yakho kodwa uma wenza ngokuhlakanipha uyophumelela ekugcineni. Uma uphupha ukuthi imvula isimile futhi nelanga seliphumile kusho inhlanhla ekusaseni lakho.

Ngiphuphe imvula enamatshe
Nalu olunye ulwazi: https://iafrika.org/amaphupho-ngemvula/
Ngicela usizo ngnamaphupho ahleze engihlupha ngyaye ngiphuphe amazinyo ami ephumile noma ngiphuphe engathi ngiya edolobheni emmva kwalokho ngibone imali uma ngike ngayithatha lemali kuvele kuqhamuke enye ize ibe yizindodla phambi kwami
sawubona,ngicela ungihlaziyela lama phupho alandelayo.ngiqale ngaphupha amafruit amaningi amahle kodwa ngithe uma ngiwathinta aphenduka ikabishi elivuthiwe elihlangene nophuthu.ngosuku olulandelayo ngaphupha amafruit esendlini yami etafuleni,ngithe uma ngithi ngiyaliluma laphenduka ikabishi elingaphekiwe elibabayo.
sanibona ngiphuphe isokalami ligunyulwa umngani walo masokisi amaningi angcolile wanginika wona wathi anguwalahle mina kusho umngani wakhe
Sanibona
Ngibenephupho elibi,ngiphuphe kunetha imnvula inomdumo njalo lemnvula bekungathi ithunyelwe kumina,bekulombane uma uthi uyangishaya ungigeje ushaya eceleni ekugcineni,ngibone sengise sontweni ngikhuleka. Ngicela usizo.
Sanibonani
Ngucela ukbuza ukth uma uphupha linetha kakhulu amanzi aze angene endlini kdw singekho isvunguvungu somoya,ngabe kuchaza ukthini lokho?
Ngibonge ngisalinde impendulo.
Sanibona, ngicela ukuchazelwa ngephupho lapho uphupha udutshulwa kodwa ungadubuleki
Sanibonani nonke , Nginephupho elifika njalo ebusuku ngiphuma amathanga ( amaphuzi ) amaningi abe yelo . Ngicela ukwazi ukuthi ngabe lichazani leliphupho