Asho ukuthini amaphupho amayelana nesimo sezulu kanye nesibhakabhaka? Lokhu kuhlanganisa amafu, izikhukhula, isithwathwa, isichotho, inkungu, imvula, uthingo lwenkosazana, isivunguvungu, ukukhanya kwelanga, umoya, inyanga, izinkanyezi kanye nelanga.
- Amaphupho ngamafu
- Amaphupho ngelanga
- Amaphupho ngemvula
- Amaphupho ngenkungu
- Amaphupho ngenyanga
- Amaphupho ngeqhwa
- Amaphupho ngesangqumba
- Amaphupho ngesibhakabhaka
- Amaphupho ngesichotho
- Amaphupho ngesithwathwa
- Amaphupho ngesivunguvungu
- Amaphupho ngezikhathi zonyaka
- Amaphupho ngezikhukhula
- Amaphupho ngezinkanyezi
- Amaphupho ngezulu lihloma
- Amaphupho ngokukhanya kwelanga
- Amaphupho ngomoya
- Amaphupho ngothingo lwenkosazana
- Ukuphupha isikhishikizane
Ukuphuph imvula enkulu idiliza izundlu zakini
Cofa lapha ukuthola impendulo: Amaphupho ngemvula
Molweni kusho ukuthini ukuphupha eminye imihlaba Kanye ngenyanga kuvele esibhakabheni emini libalele zulu.
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyanga/
Uma uphupha ubona eminye imihlaba esbhakabhakeni kusemini.
Noku0hupha ubuke izithonve esibhakabhakeni kusebsuku kwaze kwehla u cheese khona esbhakabhakeni
Uma uphupha unethwa imvula uphethe amafon eyodwa ifuna ukuwa bese uzamzama ukuyyibamba Ecelen kunomfula omkhulu owehlayo abantu bayabhkuda khona ekugcineni kwawo uyabuya angazuthi kuyirace kunabantu abagade ukuthi ungaminimzi lomfula unamaramp owajumpayo ngangena nami ngaze ngafika ekugcineni wangibuyisa ngabuya sengijabule nobhuty bam bejabule ngabe kuchazan
Nalu ulwazi esinalo ngaleli phupho https://iafrika.org/amaphupho-ngokubhukuda/