Uma uphupha kunomoya incazelo iya ngokuthi unamandla kangakanani. Umoyana usho ukuthi izinto ezinhle zizokwenzeka kuwe futhi bonke bazokuthanda bakuhloniphe ngisho nezitha zakho. Uma umoya unamandla kusho ishwa nosizi. Uma kuyisivunguvungu kusho obukhulu ubunzima kanye neshwa ekusaseni lakho.
Kusho ukuthini uma uphupha umoya uza emvakwakho mase ufizofika uwe bese uyandlula bese uyavuka sondlulile!!..
Ngcela ukbuza kusho ukthin ukuphupha kunomoya emvakwalokho kunethe imvula enamandl
Nansi incazelo ngamaphupho ngemvula: https://iafrika.org/amaphupho-ngemvula/
Cela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha ulunywa izinja