Uma uphupha ukuthi kunesivunguvungu kuwuphawu lweshwa kuwe futhi kufanele uqaphele okwesikhashana. Uma kunokuduma nombani okuningi kusho ukuthi kuzoba noshintsho empilweni yakho – ungaphumelela emsebenzini kodwa futhi ungabhekana nemiphumela engalindelekile ezenzweni zakho. Ikakhulukazi kuyinhlanhla ukuphupha ngokuthi ushaywe umbani.
- Amaphupho ngomoya.
- Amaphupho ngemvula.
Ngiphuphe isivunguvungu (tornado) kunombani kodwa ongadumi khona lapho ngabe kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezulu
Ngicela ukubuza ngiphuphe isivunguvungu esi mnyama ngivala iminyango nama vastera kuthi singangeni
Ngiphupha ngesishingishane engathi kufanele kube nomgidi izulu liguqubele lifuna ukuba
Cofa lapha ukuthola ulwazi https://iafrika.org/amaphupho-ngesimo-sezulu-nesibhakabhaka/
Yey langshaya izulu webazalwane, langishaya ngantaza, gaya emoyeni ngehla ngabuya phansi ngashaya kabhlungu emhlabathini. Ngibone umbani engingakaze ngiwubone empilweni yam
Sanibonani sacela ukubuza ukuth kuchazan ukuphupha amanabukeni engane
Enter your comment here…khozonani bogogo labomkhulu ngicela incazelo kutshoni lokhu umyeni wami ushone last year ngimpuphe esipha imali engamaphepha le ngane zami ezimbili kodwa enengi uyiphe mina lecard ebelibhaliwe wangifumbathisa lona kodwa angibonanga izinto ebezibhalwe khulo ngicela incazelo