10 thoughts on “Amaphupho ngezikhukhula”

  1. Ngicela ukubuza kusho thini phupha izikhukhula enamandla kumuka nemizi eze kuwe amanzi gwilize adlule ngoba ngithe mangivula amehlo phakathi manzini ngabona into ngasaba ngase cimeza kodwa ngasinda ngoba ngithe mangibheka nomuzi wami iwona busindile

    Reply
  2. Kuchazani ukuphupha lina kuvele kuqhamuke izikhukhula zigcwale lana omikhona zinamandla kodwa ungamuki uphumele ngaphandle kwazo

    Reply
  3. Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu obuthandana naye emuka nezikhukhula zemvula, Uma ngithi ngiyamsiza Nami ngigcine ngihluleka ngimuka naye?

    Reply

Leave a Reply