Izinkolelo zabantu ngesimo sezulu

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Abantu banezinkolelo eziningi ngezinto ezenzekayo nsuku zonke. Lokhu kungahlanganisa imfuyo nesimo sezulu. Leyo yimpilo yabantu, ngendlela yokuthi bazitshela nokuthi yonke into esemhlabeni iyakhuluma futhi uma uyinaka noma uyilandelela uyakwazi ukuthi uqonde lokho esuke ikuveza ngaleso sikhathi. Kwakubalulekile kubantu bakudala ukuthi ngaphambi kokuthi bagobe izinkophe (balale), bame ngaphandle komuzi babheke esibhakabhakeni ukubheka ukuthi usuku olulandelayo luzobe … Read more

Amaphupho ngesimo sezulu nesibhakabhaka

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Asho ukuthini amaphupho amayelana nesimo sezulu kanye nesibhakabhaka? Lokhu kuhlanganisa amafu, izikhukhula, isithwathwa, isichotho, inkungu, imvula, uthingo lwenkosazana, isivunguvungu, ukukhanya kwelanga, umoya, inyanga, izinkanyezi kanye nelanga.