Uma uphupha ubona inyanga kusho ukuthi uzophumelela ngesikhathi ungalindele, ikakhulukazi kwezothando. Uma inyanga iba mnyama kodwa uyohlupheka futhi ube mpofu. Inyanga egcwele isho ukuthi uyoshada masinya uma usemncane futhi ube nabantwana abahle uma umdadlana. Kuyishwa elibi ukubona izinyanga ezingaphezu kweyodwa esibhakabhakeni.
Hi ngiphuphe ngibona inyanga esbhakabhakeni ngathuswa indlela beyiyinhle ngayo ngayibukisisa ngazibona mina kuyona phakathi. Please explain to me what this means
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngesibhakabhaka/
Hi ngiphuphe ngibona inyanga esbhakabhakeni ngathuswa indlela beyiyinhle ngayo ngayibukisisa ngazibona mina kuyona phakathi. Please explain to me what this means
Ngicela nisiphe nolwazi mayelana nezilwane ezazi setshenziswa obabomkhulu izilwane ezifana no tokoloshe imikhovu kanye nemithi yesizulu…ngyazicelela
Ulwazi olusondelene nalolu olucelaye ngolwezangoma nokuthwasa, bheka lapha: https://iafrika.org/ubungoma/